Skip to content
Mon, Nov 23, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

Akusekudala baboshwe abasolwa ngokudubula babulale abantu eSaulsville
Izwi98 News

Akusekudala baboshwe abasolwa ngokudubula babulale abantu eSaulsville

Izwi LomzansiDecember 9, 2025December 9, 2025

Amaphoyisa athungatha abasolwa abathathu mayelana nokudutshulwa kwenqwaba yabantu eSaulsville. Oshayasibhamu bavulele ngenganono bebhekise kubantu abangu-25 endaweni yokucima ukoma, babulala abangu-12…

Amaphoyisa athole imoto eyamaniswa nokubulawa kukaWitness D
Izwi98 News

Amaphoyisa athole imoto eyamaniswa nokubulawa kukaWitness D

Izwi LomzansiDecember 9, 2025December 9, 2025

UKhomishana Kazwelonke wamaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service (SAPS) uGen Fannie Masemola uqinisekise ukuthi amaphoyisa athole enye yezimoto ezasetshenziswa ngesikhathi…

UMasemola kulindeleke ukuba ahambele emndenini kaWitness D
Izwi98 News

UMasemola kulindeleke ukuba ahambele emndenini kaWitness D

Izwi LomzansiDecember 8, 2025December 8, 2025

Umndeni kaMarius Van der Merwe, owaziwa ngokuthi nguWitness D, awududuzeki kulandela ukudutshulwa abulawe. UVan der Merwe wadutshulwa ngesihluku wabulawa ngaphandle…

Usephethe ngokuzibulala obesolwa ngokugwaza abantu eMzinto
Izwi98 News

Usephethe ngokuzibulala obesolwa ngokugwaza abantu eMzinto

Izwi LomzansiDecember 8, 2025December 8, 2025

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi ukufunwa komuntu obeyamaniswa nezehlakalo zokugwaza eMzinto, ogwini oluseningizimu, kulephelile kulandela ukuba etholakale eseshonile. Le ndoda kusolwa ukuthi…

UBester noMangudumana babuyela enkantolo ukuyolale ngelokweqa kwabo ejele
Izwi98 News

UBester noMangudumana babuyela enkantolo ukuyolale ngelokweqa kwabo ejele

Izwi LomzansiDecember 5, 2025December 5, 2025

Kulindeleke ukuba abuyele eNkantolo ePhakeme yaseBloemfontein, eFree State, namuhla uThabo Bester kanye nasolwa naye uNandipha Magudumana. Laba bobabili bazovela enkantolo…

Sekutholwe ezinye izidumbu ezimbili eNew Hanover, KwaZulu-Natal
Izwi98 News

Sekutholwe ezinye izidumbu ezimbili eNew Hanover, KwaZulu-Natal

Izwi LomzansiDecember 3, 2025December 3, 2025

UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal uMfundisi uButhelezi uphinde wazwakalisa amazwi enduduzo emindenini ethintekile. “Sincoma umsebenzi, isibindi nokungakhathali komphakathi kanye namathimba…

Kudutshulwe kwabulawa 4 wabasolwa ngokubamba inkunzi amaveni emali eKZN
Izwi98 News

Kudutshulwe kwabulawa 4 wabasolwa ngokubamba inkunzi amaveni emali eKZN

Izwi LomzansiDecember 3, 2025December 3, 2025

Kushone abasolwa ngokubamba inkunzi imoto yemali (CIT) ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa e-KwaZulu-Natal. Abasolwa abane babulewe ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa kanye nonogada abazimele…

Isenkantolo yaseVerulam indoda eyaboshwa kulandela esokudubulana namaphoyisa
Izwi98 News

Isenkantolo yaseVerulam indoda eyaboshwa kulandela esokudubulana namaphoyisa

Izwi LomzansiDecember 3, 2025December 3, 2025

Iyavela namuhla enkantolo yeMantshi yaseVerulam indoda ebhekene necala lokutholakala nesibhamu esibgekho emthethweni nempahla okusolwa ukuyebiwe. Le ndodoa iboshwe endaweni ngoLwesibili,…

UButhelezi usephinde waqokwa kwesobundunankulu kaZulu
Izwi98 News

UButhelezi usephinde waqokwa kwesobundunankulu kaZulu

Izwi LomzansiDecember 3, 2025December 3, 2025

ISilo uMisuzulu kaZwelithini sesiphinde saqoka uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, ukuba abe nguNdunankulu kaZulu. UButhelezi ufungiswe ngokusemthethweni oPhongolo, Imbube Lodge ehhovisi lobuKhosi…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube