Kusolwa iphoyisa ngokubulala elinye eHammersdale
Kubulawe iphoyisa eHammarsdale, okusolwa ukuthi libulawe yisoka lalo, nalo eyilungu le-SAPS. Kuzwakale ukuthi leli phoyisa lalisathathe ikhefu futhi lisendlini yomufi…
Izwa Umehluko
Kubulawe iphoyisa eHammarsdale, okusolwa ukuthi libulawe yisoka lalo, nalo eyilungu le-SAPS. Kuzwakale ukuthi leli phoyisa lalisathathe ikhefu futhi lisendlini yomufi…
Kushone iphoyisa lesilisa nelesifazane ngemuva kokuba lo wesilisa eshayise imoto yahulumeni eXopo izolo ebusuku. Kubikwa ukuthi lo wesilisa ushonele endaweni…
I-Durban Metro Police Service imise omunye wamaphoyisa ayo ngemuva kokuboshwa ekomkhulu lomnyango ngoLwesithathu olwedlule ngamacala enkohlakalo. Kusolwa ukuthi iphoyisa elithintekayo…
Umholi weqembu elisha lepolitiki i-Afrika Mayibuye Movement, uFloyd Shivhambu kanye nomholi we-March and March uJacinta Ngobese-Zuma bavumelene ngokusebenza ndawonye ezinhlelweni…
Isiphila njengosheleni inhlwathi eyatholwa ilimele kabi emasimini. UDesiree, inyoka yaseningizimu Afrika enesisindo esingu-45kg, ubude obungamamitha angu-4.3, kwadingeka ukuthi iphuthunyiswe ngendiza…
Iqembu elilwa nokufuduka ngokungemthetho iMarch and March lithe lizoqhubeka nokuvalwa kwezwe okuhlelelwe umhlaka-30 June 2026. Njengoba umnqamlajuqu wangomhlaka-30 June 2026…
Itholwe ngempumelelo imto yohlobo lweVW Polo GTI edunwe endaweni yase-Sawfish eNewlands East ngoLwesithathu, ekuseni. Le moto itholwe ngamalungu enkampani yonogada…
I-KwaZulu-Natal Provincial Joint Operational and Intelligence Structure (PROVJOINTS) isibeke izinyathelo zezokuphepha ezidingekayo ukuqinisekisa ukuthi isifundazwe siba nomjaho weComrades M,arathon ongenazigameko…
Umndeni wowesifazane oneminyaka engu-29 ubudala owashona emahhovisi aseCartrack eRosebank eGoli ufuna izimpendulo. Kubikwa ukuthi uGcina Dhladhla watshela umphathi wakhe ukuthi…