Skip to content
Mon, Nov 23, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

I-Enterprise iLembe isikulungele ukwamukela izivakashi kulama holidi
Izwi98 News

I-Enterprise iLembe isikulungele ukwamukela izivakashi kulama holidi

Izwi LomzansiDecember 12, 2025December 12, 2025

I-Enterprise iLembe yethule isimo sokulungela isikhathi samaholidi kwisiFunda ILembe, eCanelands Beach Club & Spar, eSalt Rock ngoLwesine. I-Enterprise iLembe ebihambisana…

Kunxuswa umphakathi uhambele kude nebhilidi elidilike eVerulam, enyakatho yeTheku
Izwi98 News

Kunxuswa umphakathi uhambele kude nebhilidi elidilike eVerulam, enyakatho yeTheku

Izwi LomzansiDecember 12, 2025December 12, 2025

Isikhungo esibhekelela izinhlekele esifundazweni sakwaZulu-Natal siqinisekisile ukuthi amathimba ezimo eziphuthumayo ajutshwe ngokushesha endaweni yesehlakalo lapho kudilike khona isakhiwo eRedcliffe, enyakatho…

Video: UNgqongqoshe ushayele ihlombe amaphoyisa ngokutholakala kwempahla eyebiwa esikoleni i-JE Ndlovu
Izwi98 News

Video: UNgqongqoshe ushayele ihlombe amaphoyisa ngokutholakala kwempahla eyebiwa esikoleni i-JE Ndlovu

Izwi LomzansiDecember 12, 2025December 12, 2025

UNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal, uSipho Hlomuka, ushayele izandla amaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service (SAPS) ngokuphendula kwawo ngokushesha nangempumelelo kulandela isigameko…

IZITHOMBE: Kumenyezelwe ukuthi ama-Metro FM Music Awards azokuba seThekwini iminyaka emithathu
Izwi98 News

IZITHOMBE: Kumenyezelwe ukuthi ama-Metro FM Music Awards azokuba seThekwini iminyaka emithathu

Izwi LomzansiDecember 12, 2025December 12, 2025

Isiteshi somakazo i-METRO FM,imemezele ukuthi umcimbi omkhulu wama-Metro FM Music Awards (MMA’s) uzosingathwa eThekwini, KwaZulu-Natal iminyaka emithathu elandelayo kusukela ngonyaka…

Ukuputshuka kwamaphepha ezivivinyo kuphakamisa ukukhathazeka ngezinga lokuphepha kowezemfundo
Izwi98 News

Ukuputshuka kwamaphepha ezivivinyo kuphakamisa ukukhathazeka ngezinga lokuphepha kowezemfundo

Izwi LomzansiDecember 11, 2025December 11, 2025

I-National Professional Teachers’ Organisation (NAPTOSA) ithi indlela amaphepha ezivivinyo onyaka ka-2025 ayisikhombisa aputshuka ngayo iphakamisa ukukhathazeka ngezinga lokuphepha eMnyangweni Wezemfundo…

I-UDM ifuna i-SAHRC yenze uphenyo ngomqeqeshi weBafana Bafana
Izwi98 News

I-UDM ifuna i-SAHRC yenze uphenyo ngomqeqeshi weBafana Bafana

Izwi LomzansiDecember 11, 2025December 11, 2025

I-United Democratic Movement isibikele iKhomishana lamaLungelo Abantu yaseNingizimu Afrika (South African Human Rights Commission) ngomqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos. I-UDM…

Kushone owesifazane imoto abehamba ngayo igqamuka ilangabi eMhlanga, enyakatho yeTheku
Izwi98 News

Kushone owesifazane imoto abehamba ngayo igqamuka ilangabi eMhlanga, enyakatho yeTheku

Izwi LomzansiDecember 10, 2025December 10, 2025

Abosizo lokuqala i-KZN VIP baphuthume engozini eyenzeke eceleni komgwaqo u-M4 Ruth First Highway, eduze komgwaqo u-M41 mawubheke enxanxathela yezitolo iGateway.…

Kulindeleke izethulo zokugcina odabeni lwaseNyobeni tavern
Izwi98 News

Kulindeleke izethulo zokugcina odabeni lwaseNyobeni tavern

Izwi LomzansiDecember 10, 2025December 10, 2025

Kulindeleke ukuba kulalelwle ukwethulwa kweziphakamiso zokugcina odabeni lwaseNyobeni eNkntolo yesiFunda yase-East London ehlei eMdantsane, e-Eastern Cape namuhla. Uphenyo luhlose ukuthola…

OwezamaCiko wethule ngokusemthethweni izinhlelo zawo zesikhathi samaholidi
Izwi98 News

OwezamaCiko wethule ngokusemthethweni izinhlelo zawo zesikhathi samaholidi

Izwi LomzansiDecember 9, 2025December 9, 2025

Uma sekuyilesikhathi iminyango eminingi kahulumeni isuke imatasa iqinisekisa ukuthi unyaka uphela yonke imisbenzi ebekumele yenziwe iqediwe iphinde yethula izinhlelo zokuphela…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube