Skip to content
Fri, Jul 17, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

Kuvalwe uN3 eVan Reenens kusha amaloli
Izwi98 News

Kuvalwe uN3 eVan Reenens kusha amaloli

Fikile NdabaApril 4, 2025April 4, 2025

Iziphathimandla zikumgwaqo omkhulu u-N3 eduze kwaseVan Reenen’s Pass lapho kungqopngqe khona amaloli amabili. Kubikwa ukuthi kushone umuntu oyedwa ngesikhathi kushayisana…

Inkantolo izokhipha isinqumo mayelana nesicelo sikaMapisa-Nqakula sokuthola i-diary yophenyo ecaleni lakhe
Izwi98 News

Inkantolo izokhipha isinqumo mayelana nesicelo sikaMapisa-Nqakula sokuthola i-diary yophenyo ecaleni lakhe

Fikile NdabaApril 4, 2025April 4, 2025

INkantolo eNkulu yasePitoli kulindeleke ukuthi yethule isinqumo mayelana nesicelo sikalowo owayenguSomlomo wePhalamende, uNosiviwe Mapisa-Nqakula sokudalula okunye ecaleni lakhe lenkohlakalo. UMapisa-Nqakula…

I-ActionSA icabanga ukungena ku-GNU uma i-DA iphuma
Izwi98 News

I-ActionSA icabanga ukungena ku-GNU uma i-DA iphuma

Fikile NdabaApril 3, 2025April 4, 2025

I-ActionSA ithi ingase ibuyekeze isinqumo sayo sokujoyina uhulumeni wobumbano lukazwelonke uma i-Democratic Alliance(DA)  ishiya noma ixoshwa. Kodwa igcizelela ukuthi okusemqoka…

Kuqhakambiswa ukubaluleka kokufaka ibhande ezimotweni nasemabhasini
Izwi98 News

Kuqhakambiswa ukubaluleka kokufaka ibhande ezimotweni nasemabhasini

Fikile NdabaApril 3, 2025April 3, 2025

Amaphoyisa omgwaqo agcizelele ngokubaluleka kokufaka ibhande uma usemotweni ngenhloso yokwehlisa izingozi ezibulala abantu emgwaqeni yaseNingizimu Afrika njengoba izwe lilungiselela amaholidi…

Buka: Owezemidlalo unikele ngoR20 000 kumlingisi
Izwi98 News

Buka: Owezemidlalo unikele ngoR20 000 kumlingisi

Fikile NdabaApril 3, 2025April 3, 2025

Umlingisi oyintandokazi yeningi kuleli uNandi Nyembe osekuphele iminyaka engaphezu kwengu-50 elingisa emidlalweni yakumabonakude usivulele isifuba ngokuqhubeka empilweni yakhe njengamanje. Lo…

Bamashele emahhovisi ezemfundo othisha abangasebenzi ePMB
Izwi98 News

Bamashele emahhovisi ezemfundo othisha abangasebenzi ePMB

Fikile NdabaApril 3, 2025April 3, 2025

Othisha abayitoho nabangasebenzi KwaZulu-Natal bamashele eMnyangweni wezeMfundo befuna ukuqashwa nokuqashwa ngokugcwele. Leli qeqebana elihlanganisa othisha abaqeqeshiwe abathwele kanzima ngokungayitholi imisebenzi,…

kuboshwe izinkulungwane zabantu ngamacala ahlukene ngoMarch
Izwi98 News

kuboshwe izinkulungwane zabantu ngamacala ahlukene ngoMarch

Fikile NdabaApril 3, 2025April 3, 2025

Babalelwa ku-12 000 abasolwa ngokuba yizigebengu abavalelwe ezitokisini ngesikhathi kuqhubeka umkhankaso wamaphoyisa KwaZulu-Natal ngoMashi. Okhulumela amaphoyisa esifundazweni, uRobert Netshiunda, uthe…

I-PSL isisithathile isinqumo ngodaba lweThwihli thwahla
Izwi98 News

I-PSL isisithathile isinqumo ngodaba lweThwihli thwahla

Fikile NdabaApril 3, 2025April 3, 2025

IPremier Soccer League (PSL) isixoshe ngokuphuthuma iRoyal AM Football Club ebhekene nezinkinga. IRoyal AM, ebingaphansi kukasomabhizinisi wesifazane waseThekwini, uShauwn “MaMkhize”…

Kubikwa ngohlelo olusha lokukhokha emahhovisi amalayisensi ezimoto
Izwi98 News

Kubikwa ngohlelo olusha lokukhokha emahhovisi amalayisensi ezimoto

Fikile NdabaApril 3, 2025April 3, 2025

Abashayeli bezimoto angeke besakwazi ukukhokha ngokheshi uma bevakashele emahhovisi anikezela ngamalayisensi ezimoto esifundazweni sonke. Lokhu kuza ngemuva kokuba uNgqongqoshe wezokuThutha…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM