Bagcwele intukuthelo odokotela ngezinsongo zikahulumeni zokunciphisa amahora
Odokotela bathukuthele bayaveva njengoba uhulumeni esabisa ngokuthi uzonciphisa amahora engeziwe. Njengoba izibhedlela zimaxhapheshu, odokotela bathi noma yikuphi ukuncipha kwesikhathi sabo…
