Skip to content
Wed, Aug 26, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

I-AfriForum ithi izovulela uMchunu icala ngodaba lukaCwecwe
Izwi98 News

I-AfriForum ithi izovulela uMchunu icala ngodaba lukaCwecwe

Fikile NdabaApril 10, 2025April 10, 2025

I-AfriForum icele uNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu ukuba axolise esidlangalaleni kuJaco Pieterse onguthishanhloko waseBergview College e-Eastern Cape. Uphiko lwezokushushisa oluzimele lwe-AfriForum,…

URamaphosa uphinde wanxusa amadoda ukuthi kube yiwo alwa ne-GBV
Izwi98 News

URamaphosa uphinde wanxusa amadoda ukuthi kube yiwo alwa ne-GBV

Fikile NdabaApril 9, 2025April 9, 2025

UMengameli uCyril Ramaphosa usenxuse abesilisa ukuthi bahole impi yokulwa nodlame lobulili. Uthi amadoda kufanele kube yiwo ahola le mpi ngoba…

“U-Omotoso ubephila ‘butebhu’ esesitokisini”
Izwi98 News

“U-Omotoso ubephila ‘butebhu’ esesitokisini”

Fikile NdabaApril 9, 2025April 9, 2025

Owayeyiphoyisa futhi owayeyingxenye yethimba labaphenyi elaholela ekuboshweni komvangeli wakumabonakude, udalule izindaba ezishaqisayo. Lo makadebona wamaphoyisa, uPhindile Zweni, uthe umfundisi waseNigeria…

Kushone umuntu kugqekezwa emzini oseChatsworth
Izwi98 News

Kushone umuntu kugqekezwa emzini oseChatsworth

Fikile NdabaApril 9, 2025April 9, 2025

Kudutshulwe kwabulawa indoda esigamekweni okubonakala sengathi bekungesokugqekeza emzini oseChatsworth, eningizimu yeTheku. Imibiko evela endaweni yesigameko iveza ukuthi amadoda amahlanu angene…

Umbono -“Webasebenzi basemafemini aniyekeni uchuku ematekisini nasemabhasini”
Izwi98 News

Umbono -“Webasebenzi basemafemini aniyekeni uchuku ematekisini nasemabhasini”

Fikile NdabaApril 9, 2025April 9, 2025

Indlela yokuziphatha akuve ibalulekile ngoba iveza indlela okhuliswe ngayo futhi imele ikhaya lakho nomndeni wakho. Ngike ngibuke abantu besifazane, ikakhulukazi…

Odadewabo abathathu beSilo samaZulu sebecele ubumbano
Izwi98 News

Odadewabo abathathu beSilo samaZulu sebecele ubumbano

Fikile NdabaApril 9, 2025April 9, 2025

Odadewabo abathathu beNkosi yamaZulu uMisuZulu KaZwelithini sebecele ubumbano. Lokhu kuza ngemuva kokuba iSilo sabhekise amazwi aqinile nakhombisa indelelo komunye wodadewabo,…

Kungqongqe ibhilidi lefemu esenkabeni yedolobha
Izwi98 News

Kungqongqe ibhilidi lefemu esenkabeni yedolobha

Fikile NdabaApril 9, 2025April 9, 2025

Kuqubuke ilangabi ebhilidini lefemu esenkabeni yedolobha eGoli. Okhulumela abosizo lokuqala iJohannesburg Emergency Services, uNana Radebe-Kgiba uthi bathole  ucingo ngezithuba zabo-10:00…

Kudutshulwe kwabulawa abebefunelwa amacala okubulala eMlazi
Izwi98 News

Kudutshulwe kwabulawa abebefunelwa amacala okubulala eMlazi

Fikile NdabaApril 9, 2025April 9, 2025

Abasolwa abane abebefunelwa amacala okubulala endaweni yaseNanda badutshulwe babulawa ngesikhathi bedubulana namaphoyisa ku-M4 Highway eMlazi ngoLwesibili ntambama. Amaphoyisa abuthane nawophiko…

Kutholwe isidumbu sendoda ezimobeni eThekwini
Izwi98 News

Kutholwe isidumbu sendoda ezimobeni eThekwini

Fikile NdabaApril 8, 2025April 8, 2025

Kutholakale isidumbu sendoda sidindilize phansi ezimobeni eNanda, enyakatho yeTheku. Iziphathimandla zithi zithole ucingo oluvela kumlimi othi bebevuna ngesikhathi bezithela phezu…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.