Kushone umshayeli wesithuthuthu engozini ePinetown
Kushone obehamba ngesithuthuthu engozini eyenzeke ePinetown, entshonalanga yeTheku. Kuzwakale ukuthi le ndoda, okukholakala ukuthi ineminyaka eko-30 ubudala, ishayisane nemoto emgwaqeni…
Izwa Umehluko
Kushone obehamba ngesithuthuthu engozini eyenzeke ePinetown, entshonalanga yeTheku. Kuzwakale ukuthi le ndoda, okukholakala ukuthi ineminyaka eko-30 ubudala, ishayisane nemoto emgwaqeni…
I-DA ithi isithole isiqiniseko emaphoyiseni ophiko lwe-South African Police Service (Saps) sokuthi useyaphenywa uNgqongqoshe uSenzo Mchunu. UMchunu ubekwe nguMengameli Cyril…
Ama-Police and Justice Committee ePhalamende ahlangane namuhla ukuchaza ngamasu ayo okuphenya ngezinsolo zenkohlakalo nokugxambukela kwezombusazwe ekuphathweni kwe-SAPS. La makomiti acubungula…
ICongress of Traditional Leaders of South Africa (Contralesa) inxuse umphakathi ukuthi uyeke ukuyisa abantu ezikoleni zokusoka ngenkani. Lesi sicelo siza…
Amaphoyisa namanje abengakahloniphi noma abophe muntu mayelana necala lokudlwengula uCwecwe oneminyaka eyisikhombisa. INational Prosecuting Authority ithi ngeke iphawule ngalolu daba…
Abekho abawine i-jackpot ye-Powerball kusukela ngoLwesibili ebusuku, okusho ukuthi i-jackpot ye-Powerball isifinyelele emalini enkulu elinganiselwa ku-R77million yomdlalo olandelayo wangomhlaka-18 July.…
ISekela likaKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke obhekele ukutholwa kobugebengu, uLieutenant-General Shadrack Sibiya, uthe umangale ethola incwadi eshoyo ukuthi ubekwe ilivu eyisipesheli. Lokhu…
UMengameli Cyril Ramaphosa uqoke uNgqongqoshe Wezimbiwa Nezokumbiwa phansi uGwede Mantashe njengoNgqongqoshe Wesikhashana Wezamaphoyisa kuze kube sekupheleni kwenyanga. UMantashe ungene esikhundleni…
Kutholwe izidumbu ezimbili endaweni yesigameko okuqhume kuyo isigubhu sikagesi eCocos naseBauhenia Mini Substation eLotus Park, eSiphingo. Kusolwa ukwebiwa nokucekelwa phansi…