‘Iziboshwa zakwamanye amazwe kumele ziboshwe emazweni azo’
Izigebengu zakwamanye amazwe ezigwetshwe emajele kuleli kufanele zidingiselwe emazweni ezidabuka kuwo ukuze ziqede izigwebo zazo kuwona, kusho ungqongqoshe wezokuhlunyeleliswa kwezimilo…
Izwa Umehluko
Izigebengu zakwamanye amazwe ezigwetshwe emajele kuleli kufanele zidingiselwe emazweni ezidabuka kuwo ukuze ziqede izigwebo zazo kuwona, kusho ungqongqoshe wezokuhlunyeleliswa kwezimilo…
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi avule icala lokubulala kulandela ukutholakala kwesidumbu eDrakensberg. Amaqembu amaningana aphuthume endaweni yesigameko ezansi kweCathedral Peak ngoLwesibili. Le…
Kushone indoda esigamekweni okusolwa ukuthi ngesokuzama ukuduna imoto noma sokubulawa yinkabi esenzeke ku-Avoca Road endaweni yaseGreenwood Park namuhla ekuseni. Abe-KZNVIP…
Kushone indoda yase-Australia ngenxa yesifo “esiyimvelakancane” esifaniswa nesamarabi esitholakala ngokulunywa yilulwane, lokhu kushiwo izikhulu zezempilo ngoLwesine. Le ndoda eneminyaka ebalelwa…
Umndeni kadokotela waseThekwini obefundela umsebenzi owashona ngemuva kwezinsolo zokuphoqwa ukuthi asebenze egula, uthi usale ebumnyameni ngophenyo ngokushona kwakhe. Lokhu kuza…
Umnikazi wethaveni eNyobeni uSiyakhangela Ndevu uvumile ukuthi kuwumsebenzi wakhe ukuqinisekisa ukuthi azikho izingane ezingaphansi kweminyaka ethaveni yakhe, ngesikhathi kushona izingane…
Iqembu le-Orlando Pirates lilokhu liqhubeke njalo nokumemezela abadlali bayo abasha. Osukwini lwanamuhla ezimnyama zimemezele ngokusemthethweni u-Oswin Appolis njengomdlali wabo omusha.…
Izakhamizi zaseNingizimu yeTheku nezasenkabeni yeTheku kufanele zilungiselele ukuvalwa kwamanzi okuhleliwe okuzokwenzeka ngesonto elizayo. Ukuphazamiseka kuzothinta amadamu amaningana axhunywe kuMngeni-uThukela Wiggins…
Kuboshwe owesifazane ngezinsolo zokubulala ibhungu eCornubia, enyakatho yeTheku. Kukholakala ukuthi lo wesifazane ujikijelelo mfana oneminyaka engu-16 ubudala ngesigubhu samanzi esingamalitha…