Lihlehlile icala labasolwa ngokubulala uDJ Sumbody
Icala lamadoda amane aboshelwe ukubandakanyeka ekubulaweni kuka-Oupa John Sefoka odume ngelika-DJ Sumbody lihlehliselwe umhlaka-29 July eNkntolo yeMmantshi yase-Alexandra enyakatho yeGoli.…
Izwa Umehluko
Icala lamadoda amane aboshelwe ukubandakanyeka ekubulaweni kuka-Oupa John Sefoka odume ngelika-DJ Sumbody lihlehliselwe umhlaka-29 July eNkntolo yeMmantshi yase-Alexandra enyakatho yeGoli.…
IFlysafair imise nse ezinye zindiza zayo njengoba abashayeli besaqhubeka nesiteleka sabo esesingenele osukwini lwesibili. Izinkulungwane zabashayeli namanje zisabeke phansi amathuluzi…
Inhlangano yabahlali basemjondolo i-Abahlali baseMjondolo ithi kunzima ukuthi izakhamuzi zasemijondolo zikwazi ukuhlukanisa into engaba yingozi nezobasiza ukuba bafudumale. Ngempelasonto kuqubuke…
Bonke abasolwa ngokubulala u-DJ wakuleli u-Oupa John Sefoka, obedume ngelika-DJ Sumbody bazovela eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra namuhla. Izinkabi ezintathu nosolwa ngokuba…
INkantolo yeSifunda eVryheid igwebe indoda eneminyaka engu-29 ubudala udilikajele ngecala lokudlwengula umshana wayo oneminyaka engu-6 ubudala KwaJojwana, ePaulpietersburg ngo-August 2023.…
Bakhalelwe ngamasongo kasigonyela abasolwa abane mayelana necala lokubulala u-DJ wakuleli u-Oupa John Sefoka, obedume ngelika-DJ Sumbody. Abasolwa baboshwe yithimba lamaphoyisa…
Bekudlisa ingqephu koweDundee July yalonyaka ebingoMgqibelo, ihlanganisa nomjaho wamahashi obugubha unyaka ka-20 wasungulwa. Lo mjaho othathe istayela se Hollywordbets Durban…
Kushone ingane yomfana eneminyaka engu-15 ubudala kulandela ukushayiswa yimoto imhlanganise nodonga eNdwedwe izolo ntambama. Amalungu eReaction Unit South Africa (RUSA)…
Udaba olubhekene noMasipala weTheku ngokuchazwa njengenkinga yendle kuleli dolobha luzoqulwa eNkantolo eNkulu yaseThekwini ngasekupheleni kwaleli sonto. I-ActionSA yaqala ukufaka amaphepha…