Buka: ibhungu lidliwa yibhubesi e-zoo
Lihlaselwa yibhubesi laze lashona phambi kwezivakashi e-zoo ibhungu elakhuphuka ngodonga olungaphezu kwamamitha angu-18 ukuze lingene esibayeni sebhubesi . UGerson de…
Izwa Umehluko
Lihlaselwa yibhubesi laze lashona phambi kwezivakashi e-zoo ibhungu elakhuphuka ngodonga olungaphezu kwamamitha angu-18 ukuze lingene esibayeni sebhubesi . UGerson de…
UNgqonqgoshe weokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natali, uMfundisi uThulasizwe Buthelezi, usejube wonke amathimba abhekelele izinhlekelele abobonke omasipala kulandela ukuphuma kwezexwayiso zesimo sezulu…
UMasipala waseThekwini uthi uzilungele ngokugcwele izivakashi ezingu-1.3 million ezizofika ogwini lwethu ngamaholide okuphela konyaka. Umasipala uqinisekise izakhamuzi kanye nabantu abavakashela…
Izikhulu ze-ANC zikazwelonke zivumile ukuphenya ngezinsolo zokwakha uzungu oluvela emaqenjini angaphakathi lokususa uMengameli Cyril Ramaphosa njengomengameli wenhlangano. Abantu abangaphakathi kwi-ANC…
Abanye abahlaziyi bakholelwa ukuthi kufanele kubekwe amacala engeziwe obugebengu kulabo abasolwa ngokudukisa amadoda aseNingizimu Afrika ukuthi ajoyine impi yeRussia ne-Ukraine.…
UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu uzovela phambi kweKhomishana kaMadlanga namuhla ntambama. IKhomishana lizwe ubufakazi obushaqisayo mayelana nokuvalwa kwe-Political Killingsh Task Team.…
Iqembu le-uMkhonto weSizwe (MKP) liqinisekisile ukwesula esikhundleni kukaLucky Montana njengomunye wamalungu alo ePhalamende, ePhalamende Likazwelonke. Ukuphuma kwakhe kuza ngemuva kokusula…
Lihlehliselwe umhlaka-8 December icala labantu abahlanu ababoshwe ngempelasonto e-O.R. Tambo International Airport. La bantu babhekene namacala ngaphansi koMthetho Wosizo Lwezempi…
Kwethulwe isizini yonyaka yokuvuselelwa kwelayisensi yebhizinisi kusukela namuhla, kuwumhlaka-1 December. USihlalo weKomidi lokuThuthukiswa koMnotho nokuHlela LeDolobha, ukhansela uThembo Ntuli, uthe…