Skip to content
Mon, Jun 29, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Usephethe ngokuzibulala obesolwa ngokugwaza abantu eMzinto
Izwi98 News

Usephethe ngokuzibulala obesolwa ngokugwaza abantu eMzinto

Fikile NdabaDecember 8, 2025December 8, 2025

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi ukufunwa komuntu obeyamaniswa nezehlakalo zokugwaza eMzinto, ogwini oluseningizimu, kulephelile kulandela ukuba etholakale eseshonile. Le ndoda kusolwa ukuthi…

UBester noMangudumana babuyela enkantolo ukuyolale ngelokweqa kwabo ejele
Izwi98 News

UBester noMangudumana babuyela enkantolo ukuyolale ngelokweqa kwabo ejele

Fikile NdabaDecember 5, 2025December 5, 2025

Kulindeleke ukuba abuyele eNkantolo ePhakeme yaseBloemfontein, eFree State, namuhla uThabo Bester kanye nasolwa naye uNandipha Magudumana. Laba bobabili bazovela enkantolo…

Sekutholwe ezinye izidumbu ezimbili eNew Hanover, KwaZulu-Natal
Izwi98 News

Sekutholwe ezinye izidumbu ezimbili eNew Hanover, KwaZulu-Natal

Fikile NdabaDecember 3, 2025December 3, 2025

UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal uMfundisi uButhelezi uphinde wazwakalisa amazwi enduduzo emindenini ethintekile. “Sincoma umsebenzi, isibindi nokungakhathali komphakathi kanye namathimba…

Kudutshulwe kwabulawa 4 wabasolwa ngokubamba inkunzi amaveni emali eKZN
Izwi98 News

Kudutshulwe kwabulawa 4 wabasolwa ngokubamba inkunzi amaveni emali eKZN

Fikile NdabaDecember 3, 2025December 3, 2025

Kushone abasolwa ngokubamba inkunzi imoto yemali (CIT) ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa e-KwaZulu-Natal. Abasolwa abane babulewe ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa kanye nonogada abazimele…

Isenkantolo yaseVerulam indoda eyaboshwa kulandela esokudubulana namaphoyisa
Izwi98 News

Isenkantolo yaseVerulam indoda eyaboshwa kulandela esokudubulana namaphoyisa

Fikile NdabaDecember 3, 2025December 3, 2025

Iyavela namuhla enkantolo yeMantshi yaseVerulam indoda ebhekene necala lokutholakala nesibhamu esibgekho emthethweni nempahla okusolwa ukuyebiwe. Le ndodoa iboshwe endaweni ngoLwesibili,…

UButhelezi usephinde waqokwa kwesobundunankulu kaZulu
Izwi98 News

UButhelezi usephinde waqokwa kwesobundunankulu kaZulu

Fikile NdabaDecember 3, 2025December 3, 2025

ISilo uMisuzulu kaZwelithini sesiphinde saqoka uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, ukuba abe nguNdunankulu kaZulu. UButhelezi ufungiswe ngokusemthethweni oPhongolo, Imbube Lodge ehhovisi lobuKhosi…

UMchunu utshele iKhomishana kaMadlanga ukuthi i-PKTT yase isifike ekupheleni kwesikhathi sayo
Izwi98 News

UMchunu utshele iKhomishana kaMadlanga ukuthi i-PKTT yase isifike ekupheleni kwesikhathi sayo

Fikile NdabaDecember 3, 2025December 3, 2025

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu utshele iKhomishana kaMadlanga ukuthi iithimba iPolitical Killings Task Team bekumele engabe lichithwe ngo-2024. Lokhu kungokwesakhiwo esisha…

Izoqala ngoMsombuluko ozayo inqubo yokukhokhelwa kwabafaka izimali zabo ebhange Ithala
Izwi98 News

Izoqala ngoMsombuluko ozayo inqubo yokukhokhelwa kwabafaka izimali zabo ebhange Ithala

Fikile NdabaDecember 3, 2025December 3, 2025

Kulandela izingxoxo ezibekhona phakathi kwahulumeni wesifundazwe sakwaZulu-Natal oholwa nguNdunankulu wesifundazwe uThamsanqa Ntuli, uMnyango wezeZimali Kazwelonke usubeke imali elinganiselwe kwengu-R2.2 billion…

Buka: ibhungu lidliwa yibhubesi e-zoo
Izwi98 News

Buka: ibhungu lidliwa yibhubesi e-zoo

Fikile NdabaDecember 2, 2025December 2, 2025

Lihlaselwa yibhubesi laze lashona phambi kwezivakashi e-zoo ibhungu elakhuphuka ngodonga olungaphezu kwamamitha angu-18 ukuze lingene esibayeni sebhubesi . UGerson de…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM