Kushone owesifazane engozini eyenzeke ku-N3
Kushone owesifazane engozini eyenzeke ku-N3 eduzane naseMariannhill Toll Plaza namuhla ekuseni. Kukholakala ukuthi iloli, ebelilibangise eThekwini, lishayisane nenqwaba yezimoto ngaphambi…
Izwa Umehluko
Kushone owesifazane engozini eyenzeke ku-N3 eduzane naseMariannhill Toll Plaza namuhla ekuseni. Kukholakala ukuthi iloli, ebelilibangise eThekwini, lishayisane nenqwaba yezimoto ngaphambi…
UMengameli uCyril Ramaphosa uthi uhulumeni ugxile ekuthuthukiseni ukuphathwa kwabokufika kanye nokuvikela imingcele yaseNingizimu Afrika, wengeza ngokuthi ayikho indawo yokucwaswa kwabokufika.…
INkantolo yeMantshi yaseThekwini isigwebe indoda eneminyaka engu-36 ubudala udilikajele ngecala lokudlwengula kulandela ukulahlwa yicala lokudlwengula intombazane, 12, yakwamakhelwane. Ngomhlaka-31 December…
Sigcine sitholwe ngempumelelo isidumbu sendoda eneminyaka engu-54 ubudala esesifunwe izinsuku ezinhlanu edamini laseHazelmere. Umsebenzi wokufuna isidumbu oqale ngoLwesihlanu ububandakanya amalungu…
Kudutshulwe kwabulawa abantu ababili abasolwa ngobugebengu ezintatha zanamuhla esigamekweni sokudubulana namaphoyisa, KwaZulu-Natal. Esigamekweni sokudubulana namaphoyisa kulimale umsolwa wesithathu, naye obekucatshangwe…
INkantolo eNkulu eThekwini ngoLwesine lwangomhlaka-28 May 2026 igwebe uSanele Dlamini, 28, odilikajele ababili kulandela ukutholakala enamacala amabili okubulala, neminye iminyaka…
Intengo yazo zonke izinhlobo zikaphethiloli zizonyuka ngo-R1.43 ilitha ngoLwesithath, lokhu kumenyezelwe wuMnyango wezophethiloli kanye nezinsizakusebenza zezimbiwa ngoMsombuluko ekuseni. Udizili uzokwehla…
Imisebenzi yokuphepha emgwaqweni yaKwaZulu-Natal iholele ekuboshweni kwabashayeli bezimoto abangu-59 ngokushayela bedakiwe ngempelasonto. Kwababoshiwe kubalwa nesosha lwakwa-SANDF lisemsebenzini, umshayeli wetekisi, kanye…
Kuqhubeka uphenyo mayelana nokunqamuka kukagesi okufake izingxenye zenyakatho yeTheku ebumnyameni nokuthinte izinkulungwane ngeSonto. UMasipala weTheku uthi uphenyo mayelana nokunqamuka kukagesi…