
Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela usomabhizinisi owaziwa kakhulu waKwaZulu-Natal ngamacala okushushumbisa abantu kanye nokuthumba.
Igama lalo somabhizinisi selivele Kabili, kwiKhomishana kaMadlanga kanye neKomidi Lesikhashana lePhalamende (Parliament’s Ad Hoc Committee).
OLUNYE UDABA:Angase abhekane nomthetho usomabhizinisi waseThekwini ngakusho ngoMkhwanazi
Lo somabhizinisi uboshwe ngamaphoyisa ophiko loKlebe KwaZulu-Natali esekhaya lakhe eMhlanga ngoLwesibili.
Kulindeleke ukuthi avele enkantolo ngoLwesithathu ekuseni.
