UWitness M ufake isicelo sokwethula ubufakazi ngale kwamakhamera
Ufakazi omusha okulindeleke ukuthi afakaze phambi kweKhomishana kaMadlanga ePitoli kuleli sonto ufake isicelo sokuba ubufakazi bakhe butholwe ngale kwekhamera. Lo…
Izwa Umehluko
Ufakazi omusha okulindeleke ukuthi afakaze phambi kweKhomishana kaMadlanga ePitoli kuleli sonto ufake isicelo sokuba ubufakazi bakhe butholwe ngale kwekhamera. Lo…
Amazwi enduduzo kulandela ukudlula emhlabeni kalowo owayenguMeya waseNewcastle kanye noSihlalo wekomidi leSishayamthetho saKwaZulu-Natal Dkt Ntuthuko Mahlaba. UMahlaba ushone ngemuva kokushayiswa…
UMnyango wezaseKhaya uzoqasha abasebenzi abangu-301, ukwandisa isibalo sabasebenzi ngo-35%, njengoba iNingizimu Afrika iqinisa imithetho emingceleni njengoba kuqhubeka ukubuyiselwa kwabantu bakwamanye…
UMasipala waseThekwini ufisa ukugcizelela ukuthi indawo iDrive-In eThekwini isavaliwe futhi ayisasebenzi njengesikhungo sesikhashana sokubuyiselwa kwabantu emazweni abo. Naphezu kokukhishwa kwemibiko…
Kube wusuku olujwayelekile emngceleni i-Lebombo Border Post, ehlukanisa iNingizimu Afrika neMozambique eKomatipoort, eMpumalanga, ngoLwesine. Lokhu kuza njengoba izakhamuzi zaseMozambique ziqhubeka…
Kuboshwe umshayeli wetekisi ngezinsolo zokushayela ephuze utshwala. Lokhu kwenzeke ngesikhathi amaphoyisa akwaMasipala weTheku eqhuba umsebenzi wokuhlolwa kwezimoto kuJulius Nyerere Road…
Sekuvumbuke ezinye izakhamuzi zaseMalawi ezingaphezu kwezingu-700, ezihlezi ngaphandle kwaseDrive-In endala, eThekwini. Lezi zakhamuzi zaseMalawi sezivuse indawo yokulinda ku-Sylvester Ntuli Road.…
Inqwaba yabantu abadabuka eMalawi basahlezi eMusina eduze nomngcele waseBeitbridge. Abaningi balinde ukuqinisekiswa kuMnyango wezaseKhaya kanti abanye bachithe izinsuku ezine belele…
INkantolo eNkulu yaKwaZulu-Natal eThekwini igwebe uSafdeen Aslam Del Vecchio, unkosikazi wakhe uFatima Patel, no-Ahmed Jackson Musa odilikajele ababili ngamunye ngokutholakala…