Bazohlonyuliswa ngamafoni amasha abadlali baMajita
Iqembu lesizwe lika-under 20 elinqobe umqhudelwano we-Afcon osukwini lwayizolo lishaya iMorocco ngegoli elilodwa eGibhithe izolo ebusuku. Sekuvele ukuthi lizohlonyuliswa ngamaselula…
Izwa Umehluko
Iqembu lesizwe lika-under 20 elinqobe umqhudelwano we-Afcon osukwini lwayizolo lishaya iMorocco ngegoli elilodwa eGibhithe izolo ebusuku. Sekuvele ukuthi lizohlonyuliswa ngamaselula…
ISouth African Weather Service ixwayise ngomoya onamandla futhi oyingozi ozohlasela izingxenye zaKwaZulu-Natal ngoLwesithathu. Izangoma zezulu zikhiphe izexwayiso ezimbili zika-level 2.…
Umphakathi wakwaMaphumulo endaweni yaseMvutshana usuveze usizo obhekene nalo mayelana nendaba yokuswela amanzi. Kunevideo lapho kubonakala owesifazane ekha amanzi ancolile emfuleni…
Kushone umuntu oyedwa namuhla ekuseni esigamekweni sokusha komjondolo, emjondolo yaseSimplace e-Effingham enyakatho yeTheku. Kushe kwangqongqa imijondolo ebalelwa kwengu-20. OLUNYE UDABA:…
Ngemuva kokususwa kuthelevishini esikhathini esingangenyanga edlule, intatheli yeNewzroom Afrika engumethuli wezindaba u-Aldrin Sampear ubuyele emsebenzini namuhla. Kuthelevishini ebukhoma, ngesikhathi ezwakalisa…
Brunching Our Way to Success!Snapshots from our Izwi Lomzansi 98.0 FM Business Brunch, where we networked, collaborated, and feasted on…
Amantombazane esikole ayisishiyagalombili azovela enkantolo ngamacala okushaya. La mantombazane asemancane abonakala kukhamera ebhaxabula umfundi waseBedfordview High. OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Kutholakale izidakamizwa…
Umsakazo IzwiLomzansi libambisene neDurban Chamber of Commerce lisingathe iBusiness Brunch ngoLwesine lwangomhlaka-15 May 2025. Inhloso yalo mcumbi obuyikhethelo bekuwukuhlinzeka ngenkundla…
Amalungu omphakathi esigcemeni sakwa-U eMlazi athi asabela izimpilo zawo kulandela ukudutshulwa kwabantu abayisishiyagalombili esigamekweni sokubulala. Leli qembu beliphuza endaweni yasemijondolo…