Babuyela enkantolo abasolwa ngokunyamalala kukaJoshlin Smith
Kulindeleke ukuthi uKelly Smith, Jacquen Appollis noSteveno van Rhyn, abalahlwe amacala okushushumbisa abantu, bavele eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape eKapa namuhla…
Izwa Umehluko
Kulindeleke ukuthi uKelly Smith, Jacquen Appollis noSteveno van Rhyn, abalahlwe amacala okushushumbisa abantu, bavele eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape eKapa namuhla…
UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu uzokhipha izibalo zobugebengu zekota yesine. Izibalo zakamuva zizochaza kabanzi ngobugebengu obubikiwe futhi ziveze inqubekelaphambili eseyenziwe ekubhekaneni…
Ikilabhu yaKwazulu-Natal iRichard’s Bay fc isiphumele obala ngokuthi isazobagcina abaqeqeshi bayo okunguRonnie Gabriel, uPapi Zothwane noSboniso Gumede. IBay ikhiphe isitatimende…
Kudutshulwe kwabulawa abantu ababili okusolwa ukuthi bebebamba inkunzi imoto yemali ngesikhathi bedubulana namaphoyisa eWasbank, ngaseLadysmith ngoLwesine ntambama, ngomhlaka-22 May 2025.…
Amaphoyisa aseMariannhill aphinde abophe indoda eneminyaka engu-28 ubudala esolwa ngecala lokudlwengula eyeqa esitokisini samaphoyisa eMariannhill ngoMsombuluko, ngemuva kokuboshwa kwayo ekuseni.…
l UHugo Broos ongumqeqeshi weBafana Bafana usememezele isikwati sabadlali azogadla ngabo uma iNingizimu Afrika isidlala umdlalo wobungani ngenyanga ezayo. OLUNYE…
Abaseshi bamaphoyisa ababhekene nezindaba ezithinta udlame lwamatekisi KwaZulu-Natal bafuna usizo kumalungu omphakathi ngokuthola uRichard Zwakushiwo Dlamini obuye aziwe ngelika ‘Masiliva’.…
Umdlali we-Orlando Pirates uDeon Hotto kubonakala ezodayiswa mahhala uma kuphela isizini njengoba ephelelwa inkontileka yakhe naleli qembu. UHotto ufike kweZimnyama…
Umdlali wasemuva weKaizer Chiefs uDillan Solomons, uthi babheke ukuwunqoba kumnyama kubomvu umdlalo wabo wokugcina weBetway Premiership njengoba bezotholana phezulu nePolokwane…