Kuyaphenywa ngokusha kwenxanxathela yezitolo eseMhlanga
Abosizo lokuqala i-KZNVIP Emergency Response Team baphuthume endaweni yaseMhlanga kulandela ukuthola imibiko emayelana nokusha kwenxanxathela yezitolo ngeSonto. Ngesikhathi befika kule ndawo,…
Izwa Umehluko
Abosizo lokuqala i-KZNVIP Emergency Response Team baphuthume endaweni yaseMhlanga kulandela ukuthola imibiko emayelana nokusha kwenxanxathela yezitolo ngeSonto. Ngesikhathi befika kule ndawo,…
Abasolwa abahlanu abebefunelwa icala lokubulala owesilisa nonkosikazi wakhe badutshulwe babulawa ngesikhathi betholana phezulu ngezulu lezandla namaphoyisa endaweni yaseMophela elokishini laseMpumalanga,…
Iqembu lokuqala lamaBhunu angu-49 kulindeleke ukuthi lilibangise eMelika namuhla kusihlwa ngendiza yokuqala. Leli qembu kulindeleke ukuthi lifike “ezweni lesethembiso” ngoMsombuluko,…
Kushone abantu abayisishiyagalombili engozini eyenzeke ku-N2 ngaseMpangeni KwaZulu-Natal. Kubikwa ukuthi kulimela abanye abangu-16 kuyo le ngozi. Kukholakala ukuthi iloli elincane…
UKhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi ushayele ihlombe amaphoyisa nazo zonke izinhlaka zomthetho ngokuqinisekisa ukuthi kuphephile ngesikhathi somdlalo wamanqamu…
Umqeqeshi weStellenbosch, uSteve Barker, uthi uzimisele kakhulu ngokuthatha amaphuzu amathathu agcwele uma sebebhekene neMamelodi Sundowns emdlalweni weBetway Premiership, eLucas Moripe…
Ezokuphepha zibhekwe kakhulu kumdlalo wamanqamu weNedbank Cup, eMoses Mabhida Stadium kwazise kuzotholana phezulu iKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates ngo-15:30. OLUNYE UDABA:ISITHOMBE:…
Kaizer Chiefs: Pieterson, Kwinika, Migel, Dove, Solomons, Maart, Cele, Mmodi, Dba, Lilepo, Sirino. Ebhentshini: Ntwari, Ngcobo, Matlou, Mthethwa, Du Preez,…
Abadlali beKaizer Chiefs bangene beswenke beconsa enkundleni yezemidlalo eMoses Mabbida, wena owabona iDurban July. OLUNEYE UDABA: ISITHOMBE: Sekuboshwe oyedwa obanjwe…