Skip to content
Thu, Aug 6, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Kunxuswa umphakathi ukuba ubike ngobukhonyovu nenkohlakalo kulandela ukuboshwa kowebe udizili
Izwi98 News

Kunxuswa umphakathi ukuba ubike ngobukhonyovu nenkohlakalo kulandela ukuboshwa kowebe udizili

Fikile NdabaJune 20, 2025June 20, 2025

Ibanjwe oqotsheni indoda ebizenza omunye wabasebenzi bakamasipala waseThekwini ifaka udizili kwelinye lamagalaji kaphethiloli lapho izimoto zoMkhandlu zithela khona uphethiloli Le…

Kubulawe isigebengu esigamekweni sokudubulana namaphoyisa eMzinto
Izwi98 News

Kubulawe isigebengu esigamekweni sokudubulana namaphoyisa eMzinto

Fikile NdabaJune 20, 2025June 20, 2025

Isigebengu esiyingozi esiyamaniswa namacala abalelwa kwangu-20 okubulala, sidutshulwe sabulawa esigamekweni sokudubulana namaphoyisa eMzinto ngobusuku. Umsolwa, oneminyaka engu-27 ubudala kubikwa ukuthi…

Odume ngelikaMakaTha ubanjwe inkunzi abashayeli beBolt eThekwini
Izwi98 News

Odume ngelikaMakaTha ubanjwe inkunzi abashayeli beBolt eThekwini

Fikile NdabaJune 20, 2025June 20, 2025

Usimthande myeza odume ngelikamakaTha ezinkundleni zokuxhumana uvelelwe wumshophi.  USimthande ugibele ubolt endaweni yaseMbilo eThekwini kanti ugitshezwe yizigebengu zamubamba inkunzi zimkhombe…

IZITHOMBE: Zilimalile izaguga eziginqike nemoto eVerulam
Izwi98 News

IZITHOMBE: Zilimalile izaguga eziginqike nemoto eVerulam

Fikile NdabaJune 19, 2025June 19, 2025

Kulimale abantu besifazane ababili ngemuva kokuba imoto abebehamba ngayo igingqika yayokhalakathela emzini okuPrimrose Drive eSouthridge, eVerulam, KwaZulu-Natal namuhla. AbeReaction Unit…

UShivambu uthi useyilo ilungu le-MKP
Izwi98 News

UShivambu uthi useyilo ilungu le-MKP

Fikile NdabaJune 19, 2025June 19, 2025

UFloyd Shivambu uyayiphika imibiko yokuthi uselishiyile iqembu loMkhonto weSizwe. “Angikasuli kuMkhonto weSizwe futhi angisoze ngasula kuMkhonto weSizwe futhi ngiyilungu lawo,”…

Kugxilwe kumphumela wamazinyo womunye wabasolwa ecaleni likaMeyiwa
Izwi98 News

Kugxilwe kumphumela wamazinyo womunye wabasolwa ecaleni likaMeyiwa

Fikile NdabaJune 19, 2025June 19, 2025

Icala lokubulala uSenzo Meyiwa liyaqhubeka namuhla ngoLwesine ekuseni eNkantolo eNkulu yasePitoli. Inkantolo kulindeleke ukuthi ilalele imiphumela yokuhlolwa kwamazinyo kamsolwa ongunombolo…

Isithangami nabezindaba sikaFloyd Shivambu ngoLwesine ‘akusiso eseMK’
Izwi98 News

Isithangami nabezindaba sikaFloyd Shivambu ngoLwesine ‘akusiso eseMK’

Fikile NdabaJune 18, 2025June 18, 2025

Isithangami sabezindaba esihlelelwe uLwesine obenguNobhala-Jikelele woMkhonto weSizwe (MK) uFloyd Shivambu asikagunyazwa yiqembu. Lawa ngamazwi okugcina aphuma kokhulumela iqembu Nhlamulo Ndhlela.…

Bacela ‘ukubolekwa’ uMkhwanazi asebekhathele ubugebengu elokishini eliseKapa
Izwi98 News

Bacela ‘ukubolekwa’ uMkhwanazi asebekhathele ubugebengu elokishini eliseKapa

Fikile NdabaJune 18, 2025June 18, 2025

Izakhamuzi zaseSamora Machel zifuna usizo oluphuthumayo kwabomthetho. Lezi zakhamuzi zimema iphoyisa eliphezulu eKZN uLieutenant-General Nhlanhla Mkhwanazi ukuba avakashele endaweni. ZIkholelwa…

UNgqongqoshe uRodgers ubuyisele isithunzi kowaseNdwedwe
Izwi98 News

UNgqongqoshe uRodgers ubuyisele isithunzi kowaseNdwedwe

Fikile NdabaJune 18, 2025June 18, 2025

Kubeyinjabulo yodwa eNdwedwe kumasipala wesiFunda iLembe lapho uNgqongqoshe wezeziMali KwaZulu-Natal, uFrancois Rodgers, enikeze ikhehla lendawo, uSipho Xaba umuzi osanda kwakhiwa.…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM