Kufunwa amadoda amabili angasiza ngolwazi ecaleni lokubulala eLamontville
Amaphoyisa aseLamontville acela usizo lomphakathi kongaba nolwazi ukuthi uMelusi Ricardo Drummos benoThabani Gasa bakuphi nendawo. Laba bobabili kungenzeka babe nolwazi…
Izwa Umehluko
Amaphoyisa aseLamontville acela usizo lomphakathi kongaba nolwazi ukuthi uMelusi Ricardo Drummos benoThabani Gasa bakuphi nendawo. Laba bobabili kungenzeka babe nolwazi…
Babalelwa kwabangu-100 odokotela abangasebenzi abaphinde bahlangana ehhovisi likaNdunankulu waKwaZulu-Natal. Namuhla ekuseni kunguMsombuluko leli qembu litheleke okwesithathu eMgungundlovu, ngenhloso yokuhlala khona…
Owesifazane othengisa ngocansi ubulawe yindoda okukholakala ukuthi iyikhasimende enkabeni yedolobha laseVerulam – KZN izolo ntambama (ngoMsombuluko). Amalungu eReaction Unit South…
Ilungu le-Policing Forum yaseNanda linxusa abazali baselokishini ukuthi babambe iqhaza elibonakalayo ekuqapheni ukuziphatha kwezingane zabo. USihlalo we-CPF, uMbongeni Phewa uthi…
Inyunyana ithi isithole isiqiniseko sokwesekwa ngezimali kuNdunankulu woMnyango wezeMfundo. Inyunyana yabhikisha, ngasekuqaleni kwenyanga, ikhala ngezinkinga ezeikhona ezikoleni. Ngesikhathi somkhankaso, othisha…
Amaphoyisa aseGauteng adubule abulala ungqondongqondo wokuthumba abantu odabuka eMozambique obefunwa uthuli ngabezomthetho. UMauro Mucambe Junior udutshulwe ngesikhathi amaphoyisa eqhuba umsebenzi…
Kushone indoda eneminyaka ebalelwa kweko-30 ubudala engozini yemoto eyodwa eyenzeke ku-M13 ngaseSalisbury Offramp eWestville ngezithuba zabo-01:00 ngoMgqibelo ekuseni. Abezimo eziphuthumayo…
Umndeni kaMengameli waseZambia ongasekho emhlabeni, u-Edgar Lungu, umemezele ngoLwesihlanu ukuthi uzofihlelwa ezweni laseNingizimu Afrika kulandela ukungaboni ngaso linye nohulumeni waseZambia…
Indoda yaKwaZulu-Natal eyabulala indodana yayo eneminyaka eyisithuppha ubudala, iqalile ukudonsa isigwebo sayo ejele. Le ndoda eneminyaka engu-35 ubudalaiugwetshwe eNkantolo yesiFunda…