Skip to content
Thu, Aug 6, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Kushone abantu ababili kwalimala inqwaba ezingozini ezahlukene eKZN
Izwi98 News

Kushone abantu ababili kwalimala inqwaba ezingozini ezahlukene eKZN

Fikile NdabaJuly 10, 2025July 10, 2025

Kushone umuntu oyedwa engozini eyenzeke eduze naKwaMashu, enyakatho yeTheku ngoLwesine. Kushayisane iloli nebhasi ku-M25. Okhulumela abosizo lokuqala i-ALS uGarrith Jamieson,…

Kulindeleke ukuba avele enkantolo osolwa ngokuthengisa izidakamizwa ePhoenix
Izwi98 News

Kulindeleke ukuba avele enkantolo osolwa ngokuthengisa izidakamizwa ePhoenix

Fikile NdabaJuly 10, 2025July 10, 2025

Amalungu amaphoyisa ophiko loKlebe eSerious Organised Crime Investigation esebenzisana neCrime Intelligence, Durban Metro Police, Infrastructure Task Team kanye neDurban Public…

Kulindeleke umbhikisho wokweseka uKhomishana wamaphoyisa waseKZN eThekwini
Izwi98 News

Kulindeleke umbhikisho wokweseka uKhomishana wamaphoyisa waseKZN eThekwini

Fikile NdabaJuly 10, 2025July 10, 2025

Baya ngokwanda abantu abafuna uMengameli wakuleli uCyril Ramaphosa athathele ungqongqoshe wamaphoyisa izinyathelo ezingqala. Ithimba elikhathazekile lizokwehla emnyango wekomkhulu lamaphoyisa eKZN…

Uthule du uMasemola ngezinsolo zamadokodo avalelwe ehhovisi likaSibiya
Izwi98 News

Uthule du uMasemola ngezinsolo zamadokodo avalelwe ehhovisi likaSibiya

Fikile NdabaJuly 9, 2025July 9, 2025

UKhomishana wamaphoyisa e-KZN, uNhlanhla Mkhwanazi, utshele abezindaba ngeSonto ukuthi angaphezu kuka-100 amadokodo amacala aphenywayo asuswe kwithimba eliphenya ngamacala okubulala adluliselwa…

Umkhandlu wamabandla kuleli ufuna lusukunyelwe ngokushesha udaba lukaMchunu
Izwi98 News

Umkhandlu wamabandla kuleli ufuna lusukunyelwe ngokushesha udaba lukaMchunu

Fikile NdabaJuly 9, 2025July 9, 2025

UMkhandlu Wamabandla waseNingizimu Afrika phecelezi iSouth African Council of Churches, uzwakalise ukukhathazeka okukhulu ngezinsolo ezibhekiswe kuNgqongqoshe wamaPhoyisa kanye nezikhulu eziphezulu.…

Isidayisiwe inkampani yakaTongaat Hullets
Izwi98 News

Isidayisiwe inkampani yakaTongaat Hullets

Fikile NdabaJuly 9, 2025July 9, 2025

Inkampani ekhiqiza ushukela kuleli iTongaat Hullets, isidayiselwe abeVision Sugar. UHullets ungene ngaphansi kweBusiness rescue nalapho ibizama ukuhlengwa ukuthi ingawi njengoba…

UMatlala ubanjwe neselula ngaphakathi ejele
Izwi98 News

UMatlala ubanjwe neselula ngaphakathi ejele

Fikile NdabaJuly 9, 2025July 9, 2025

Usomabhizinisi osematheni uVusimusi “CAT” Matlala ubanjwe neselula esitokisini sakhe ejele iKgosi Mampuru Correctional Services, ePitoli. UMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo uthi lokhu…

UMasipala weTheku ugqugquzela intsha ukuba ifake izicelo ze-Internship
Izwi98 News

UMasipala weTheku ugqugquzela intsha ukuba ifake izicelo ze-Internship

Fikile NdabaJuly 9, 2025July 9, 2025

UMasipala weTheku ugqugquzela abafundi abangasebenzi eDolobheni ukuthi bafake izicelo zoHlelo IGraduate and Work Integrated Learning Internship Programme ka-2025/26. Lolu hlelo…

UMasemola uthi akakaze alivale ithimba elibhekene nokubulala kwezepolitiki
Izwi98 News

UMasemola uthi akakaze alivale ithimba elibhekene nokubulala kwezepolitiki

Fikile NdabaJuly 9, 2025July 9, 2025

UKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke, uGeneral Fannie Masemola, ukuphikile ukuthi walivala ithimba elibhekene nokubulawa kwezepolitiki. UKhomishana wamaphoyisa kuzwelonke ubekhuluma nabezindaba ngoLwesithathu. Lesi…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM