Skip to content
Sat, Jun 27, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Kuboshwe 14 wabokufika emashini eMpumalanga
Izwi98 News

Kuboshwe 14 wabokufika emashini eMpumalanga

Nosipho GumedeJune 5, 2026June 5, 2026

Kuboshwe abantu bakwamanye amazwe abangu-14 eMpumalanga ngesikhathi kunemashi elwisana nokufuduka ngokungemthetho. IMashi ebisuka eVosman yayophelela maphakathi nedolobha laseWitbank kubikwe ukuthi…

IZITHOMBE: I-McDonalds SA nezidlo ezihambisana nezipho zeNdebe yoMhlaba ye-FIFA 2026
Izwi98 News

IZITHOMBE: I-McDonalds SA nezidlo ezihambisana nezipho zeNdebe yoMhlaba ye-FIFA 2026

Fikile NdabaJune 5, 2026June 5, 2026

Sekuphelile ukulinda, iNdebe yoMhlaba ye-FIFA ka-2026 ezosingathwa e-United States, eCanada naseMexico izoqala maduze kanti abakwa-McDonalds South Africa basilethela injabulo nobumnandi…

Basenkantolo abasolwa ngokuhlasela umshayeli we-e-hailing Kwandengezi
Izwi98 News

Basenkantolo abasolwa ngokuhlasela umshayeli we-e-hailing Kwandengezi

Fikile NdabaJune 5, 2026June 5, 2026

Onogada abathathu ababoshwe endaweni yaKwaNdengezi ngokuzama ukubulala, ukucekela phansi impahla kanye nokuhlasela kulandela isigameko esibonakala kwi-video ezungeza ezinkundleni zokuxhumana eveza…

Uyavela owesifazane ‘obulale omunye kubangwa isoka’
Izwi98 News

Uyavela owesifazane ‘obulale omunye kubangwa isoka’

Fikile NdabaJune 4, 2026June 4, 2026

Kuboshwe owesifazane oneminyaka engu-39 ubudala ngezinsolo zokugwaza abulale omunye wesifazane oneminyaka engu-34 ubudala endaweni yaseNgangelizwe, eMthatha, e-Eastern Cape, ngoLwesibili ebusuku.…

IZITHOMBE: Kuboshwe owaseNigeria ngelezidakamizwa eLamonti
Izwi98 News

IZITHOMBE: Kuboshwe owaseNigeria ngelezidakamizwa eLamonti

Fikile NdabaJune 4, 2026June 4, 2026

Amaphoyisa asebophe owokufika kuleli, athola nemali engaphezu kwengu-R440 000 ngezidakamizwa nenye impahla ngesikhathi kuqhutshwa umsebenzi. Le ndoda edabuka eNigeria yatholwa…

Kubulawe owokufika ngesihluku eVerulam
Izwi98 News

Kubulawe owokufika ngesihluku eVerulam

Fikile NdabaJune 4, 2026June 4, 2026

Owesilisa oneminyaka engu-45 ubudala odabuka eZimbabwe udutshulwe wabulawa abasolwa abathathu eRiet River, eVerulam, KwaZulu-Natal ngoLwesithathu. Onogada bakwa-Reaction Unit South Africa…

I-KZN izomelwa ngabadlali abangu-7 koweNdebe yoMhlaba
Izwi98 News

I-KZN izomelwa ngabadlali abangu-7 koweNdebe yoMhlaba

Fikile NdabaJune 3, 2026June 3, 2026

Kubhekwe lukhulu kubadlali baKwazulu-Natal kwiNdebe yoMhlaba ezobanjelwa eMexico, eCanada kanjalo naseMelika. Isifundazwe sase-KZN sinabadlali abangu-7 abakwi-Bafana Bafana okungunozinti uRicardo Goss,…

Kushone owesifazane engozini eyenzeke ku-N3
Izwi98 News

Kushone owesifazane engozini eyenzeke ku-N3

Fikile NdabaJune 3, 2026June 3, 2026

Kushone owesifazane engozini eyenzeke ku-N3 eduzane naseMariannhill Toll Plaza namuhla ekuseni. Kukholakala ukuthi iloli, ebelilibangise eThekwini, lishayisane nenqwaba yezimoto ngaphambi…

UMengameli uthi kunesidingo sokuba kubhekwane nokufuduka okungekho emthethweni
Izwi98 News

UMengameli uthi kunesidingo sokuba kubhekwane nokufuduka okungekho emthethweni

Fikile NdabaJune 3, 2026June 3, 2026

UMengameli uCyril Ramaphosa uthi uhulumeni ugxile ekuthuthukiseni ukuphathwa kwabokufika kanye nokuvikela imingcele yaseNingizimu Afrika, wengeza ngokuthi ayikho indawo yokucwaswa kwabokufika.…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM