Usinde kusha ubuhanguhangu indlu abelele kuyo
Owesilisa oneminyaka engu-19 ubudala ulimele ngemuva kokusha kwendlu eyakhiwe ngama plangwe e-Amaoti, enyakatho yeTheku ngolwesine ebusuku. Kubikwa ukuthi lo wesilisa…
Izwa Umehluko
Owesilisa oneminyaka engu-19 ubudala ulimele ngemuva kokusha kwendlu eyakhiwe ngama plangwe e-Amaoti, enyakatho yeTheku ngolwesine ebusuku. Kubikwa ukuthi lo wesilisa…
Kudutshulwe kwalimala umuntu oqoqa izinsimbi ezindala kwathi omunye wesilisa washaywa esigamekweni esisolwa nokuhlobana nezidakamizwa, eRedcliffe, enyakatho yeTheku. I-Reaction Unit South…
Izigebengu ebezihlome ziyizingovolo ziqhumise imoto ethwala imali eKitakita, kwaNongoma. Lezi zigebengu kubikwa ukuthi zibaleke namabhokisi emali alinganiselwa kwangu-15. Kulesi sigameko,…
Izakhamuzi ezindaweni eziseningizimu yeTheku ziyanxuswa ukuba zilungiselele ukucisha kukagesi okuhleliwe kanye nokuphazamiseka kokuhlinzekwa kwamanzi kuleli sonto. UMasipala weTheku uthi ukulungiswa…
Ukutholakala kwesidumbu sikaZothani Zungu oneminyaka engu-20 ubudala wasesigodini saseMlaba eHammarsdale, KwaZulu-Natal, kushiye umndeni ukhungathekile. Ngokusho komndeni, uZungu ubesenezinyanga ezimbili engaziwa…
Kuhlengwe isikhova esisesincane kulandela ukuthola ukulimala emzini osendaweni yaseMetcalf Park, oThongathi, eKZN, namuhla ngemuva kokutholakala ukuthi asikwazi ukundiza. Onogada bakwa-Reaction…
UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natali, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, uqinisekise izakhamuzi ukuthi amathimba abhekelele izinhlekelele esifundazweni asiqaphe ngelokhozi isimo sezulu kulandela…
Kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma amaphoyisa amathathu mayelana nesigameko sokudutshulwa kubulawe abasolwa, KwaMashu ngonyaka odlule. La maphoyisa, abhekene necala…
Ithimba, iPolitical Killings Task Team (PKTT) KwaZulu-Natal libophe umsolwa oneminyaka engu-27 ubudala mayelana nokuzama ukubulala uNobhala wesiFunda we-MK Party Ilembe,…