Umndeni uchitha umbiko ozungeza ezinkundleni zokuxhumana
Umndeni womlingisi uSeputla Sebogodi usuchithe umbiko ozungeza ezinkundleni zokuxhumana. Le mibiko ithi kungase kube nokubambezeleka noma ukumiswa komngcwabo walo mlingisi…
Izwa Umehluko
Umndeni womlingisi uSeputla Sebogodi usuchithe umbiko ozungeza ezinkundleni zokuxhumana. Le mibiko ithi kungase kube nokubambezeleka noma ukumiswa komngcwabo walo mlingisi…
Inqwaba yabantu engamalungu enhlangano i-Labour Laws Enforcement (LLE) bahlanganyele e-Overport namuhla lapho beqale khona imashi ye-LLE SIYOFESA, bafuna kuqiniswe imithetho…
I-National Consumer Commission (NCC) imemezele ukuhoxiswa kwemoto yohlobo lwe-Nissan Qashqai, iToyota Land Cruiser 300 kanye neLexus LX600 ngenxa yezimo zokuphepha…
INkantolo yesiFunda yaseVryheid igwebe u-Asanda Fakude iminyaka engamashumi amathathu ebhadle ejele ngokubulala intombi yakhe eyayineminyaka engu-17 ubudala ngesikhathi sesigameko epulazini…
Zihlalele ovalweni kulandela ukudutshulwa kubulawe abantu ababili endaweni yaKwaMashu esigcemeni sakwa-K, enyakatho neTheku, KwaZulu-Natal ngoMgqobelo wangomhlaka-18 July. Izakhamuzi zakule ndawo…
INkantolo yeMantshi yaseGoli kulindeleke ukuba ikhiphe isinqumo mayelana nesicelo sebheyili sePhini leNhloko yamaPhoyisa aseKurhuleni Metro elimisiwe uJulius Mkhwanazi, namuhla ekuseni.…
UMasipala waseThekwini uqinise imizamo yokubuyisa idolobha laseThekwini ngokusebenzisa umsebenzi wokuqinisekisa ukuthi umthetho uyasebenza, nobhekiswe kumabhilidi okuhlalwa kuwo ngokungemthetho enkabeni yedolobha…
Icala labantu abangu-62 abasolwa ngokuphehla udlame ngoJuly 2021 KwaZulu-Natal naseGauteng liyaqala namuhla, kanti kulindeleke ukuthi uMbuso ugxile kubufakazi obuvela kuma-group…
Inyunyana yothisha KwaZulu-Natal ithi uphenyo lwenkohlakalo lomnyango wezemfundo wesifundazwe kufanele lufinyelele nasezikhulwini eziphezulu ezithinteka ekuqashweni nasekuqokweni kothisha. Umnyango uqale uphenyo…