Stats SA: Likhuphuke lafinyelela ku-33.6% izinga labangasebenzi kuleli
I-Statistics South Africa (Stats SA) ithi kulahleke eminye imisebenzi engu-16 000 kwikota yesibili yonyaka. URisenga Maluleke, oyi-Statistician-General kwa-Stats SA, ukhiphe…
Izwa Umehluko
I-Statistics South Africa (Stats SA) ithi kulahleke eminye imisebenzi engu-16 000 kwikota yesibili yonyaka. URisenga Maluleke, oyi-Statistician-General kwa-Stats SA, ukhiphe…
Inhlangano yabalimi, i-African Farmers Association of South Africa (AFASA) ithi abalimi baKwaZulu-Natal abakabiki zehlakalo ezinkulu kuze kube yimanje I-AFASA e-KZN…
Amaphoyisa aseLimpopo abambe abantu abangu-121 abangenazo izimvume zokuba seNingizimu Afrika ngesikhathi se-Operation Shanela II–Retshepheng eSekhukhune ngomgqibelo. Kuphinde kwaboshwa abasolwa abangu-26…
Abasolwa abathathu abasolwa ngokubambaizimoto zemali badutshulwe babulawa ngesikhathi bedubulana namaphoyisa eKranskop ngoMgqibelo ekuseni. Amaphoyisa athole abasolwa endaweni yaseMambulu kulandela ulwazi…
Owesifazane oneminyaka engu-43 ubudala ubulawe phambi kwendodana yakhe eneminyaka engu-12 ubudala eCornubia, enyakatho yeTheku, namhlanje ekuseni. Amaphoyisa abophe owesilisa oneminyaka…
Owesifazane oneminyaka engu-43 ubudala usesimweni esibucayi ngemuva kokudutshulwa amahlandla amaningi eJabu Ngcobo Road, ngase-Dawncrest, ngolwesihlanu ntambama. Kubikwa ukuthi abasolwa ababili…
Owesilisa oneminyaka engu-32 ubudala udutshulwe wabulawa ngesikhathi abasolwa behlasela umuzi wakhe e-Esidonini, e-Amaoti, enyakatho yeTheku, izolo ebusuku. Abasolwa kubikwa ukuthi…
Kulimale kabi umuntu oyedwa kulandela isigameko sodlame emgaqweni uNanda Road eduze nendawo yaseChina Mall namuhla ekuseni. Abosizo lokuqala i-KZN VIP…
I-ActionSA kuMasipala waseThekwini isidlulise amazwi enduduzo kulandela ukuzwa ngokudlula emhlabeni kwekhansela lika-Ward 17, uSibusiso “Khekhe” Khwela. Sidlulisa amazwi enduduzo emndenini…