Skip to content
Mon, Jun 29, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Kushone izingane zesikole ezingu-11 kwalimala 5 engozini
Izwi98 News

Kushone izingane zesikole ezingu-11 kwalimala 5 engozini

Fikile NdabaJanuary 19, 2026January 19, 2026

Kushone izingane zesikole ezingu-11 engozini enyantisa igazi eVaal namuhla ekuseni. Lezi zingane bezilibangise esikoleni ngesikhathi kwenzeka ingozi emgwaqweni omncane eduze…

IZITHOMBE: Ungqongqoshe uhambele izindawo ezikhahlanyezwe yizikhukhula eKZN
Izwi98 News

IZITHOMBE: Ungqongqoshe uhambele izindawo ezikhahlanyezwe yizikhukhula eKZN

Fikile NdabaJanuary 19, 2026January 19, 2026

UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, uhole imizamo yokusiza abantu kuMasipala weNdawo yaseJozini, lapho isimo sezulu esingesihle sidale…

IZITHOMBE: Kushone 4 kwaboshwa 7 kwesokudubulana namaphoyisa eMontclair
Izwi98 News

IZITHOMBE: Kushone 4 kwaboshwa 7 kwesokudubulana namaphoyisa eMontclair

Fikile NdabaJanuary 16, 2026January 16, 2026

Kushone abasolwa abane esigamekweni sokudubulana namaphoyisa, kwaboshwa abayisikhombisa, endaweni yaseWoodlands, eMontclair, eningizimu yeTheku, namuhla ntambamba. Amaphoyisa ancinzwe indlebe mayelana nokuthi…

Sebebathathu abashone engozini yaseShongweni
Izwi98 News

Sebebathathu abashone engozini yaseShongweni

Fikile NdabaJanuary 16, 2026January 16, 2026

Kushone abantu abathathu, ababili kubo bashe bangqongqa engozini ephakathi kweveni neloli ku-N3 KwaZulu-Natal namuhla ekuseni. UNgqongqoshe wezokuThutha nokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal…

I-IFP ifuna kuqine ezokuphepha kuNtuli kulandela izinsongo
Izwi98 News

I-IFP ifuna kuqine ezokuphepha kuNtuli kulandela izinsongo

Fikile NdabaJanuary 16, 2026January 16, 2026

I-Inkatha Freedom Party inxuse amaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service ukuba aphenye ngokushesha izinsongo zokubulala ezibhekiswe kuNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli.…

Kunxuswa abazali abasafunela izingane zabo izikhala zokufunda basondele emahhovisi esifunda eKZN
Izwi98 News

Kunxuswa abazali abasafunela izingane zabo izikhala zokufunda basondele emahhovisi esifunda eKZN

Fikile NdabaJanuary 16, 2026January 16, 2026

UMnyango Wezemfundo waKwaZulu-Natal unxusa bonke abazali abasafunela izingane zabo izikhala ezikoleni noma ngabe ufunela umfundi oyokwenza uGrade 1, Grade R…

Sisekude ukuvalwa isibonelelo sika-R350
Izwi98 News

Sisekude ukuvalwa isibonelelo sika-R350

Fikile NdabaJanuary 15, 2026January 15, 2026

UMnyango wezokuThuthikiswa koMphakathi (i-DSD) uxwayise abathola izibonelelo ukuthi bathembele kuphela kwimthombo kahulumeni ukuze bathole izibuyekezo ngezinsizakalo zomphakathi. Isitatimende esikhishwe wumnyango…

“Asikho nesisodwa isifunda nesikole esithole u-0% esifundazweni”
Izwi98 News

“Asikho nesisodwa isifunda nesikole esithole u-0% esifundazweni”

Fikile NdabaJanuary 13, 2026January 13, 2026

UNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal uSipho Hlomuka uvumile ukuthi kunezinselelo ekulethweni kwe-stationary kwezinye izikole ngaphambi kokuvulwa kwezikole ngoLwesithathu. UHlomuka uthi izikole ezikhiqiza…

Ulusa amadada odubule owesifazane waqeda wazidubula ePinetown
Izwi98 News

Ulusa amadada odubule owesifazane waqeda wazidubula ePinetown

Fikile NdabaJanuary 13, 2026January 13, 2026

Njengamanje amathimba ezimo eziphuthumayo asendaweni yesigameko lapho kuphangalale khona umuntu. UGarrith Jamieson we-ALS Paramedics uthi imibiko yakamuva ithi kube nesigameko…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM