Awezepolotiki afuna babuyiselwe emazweni abo ababoshwe emajele akuleli
Amaqembu ezepolitiki aphinde acela ukuthi abantu bakwamanye amazwe abalahlwe ngamacala babuyiselwe emazweni abo ukuze kuncishiswe ukuminyana emajele ezwe. Kunabantu bakwamanye…
Izwa Umehluko
Amaqembu ezepolitiki aphinde acela ukuthi abantu bakwamanye amazwe abalahlwe ngamacala babuyiselwe emazweni abo ukuze kuncishiswe ukuminyana emajele ezwe. Kunabantu bakwamanye…
UMnyango wezoLimo wesifundazwe uthi izingulube epulazini elithintekile sezigonyiwe ukuvimbela ukusabalala kwegciwane. Lesi sifo, esaqala esifundazweni ngo-2021 nesesisabalele ezweni lonke, sithinte…
UKhomishana wamaphoyisa kazwelonke uJenene Fannie Masemola uzobhekana namacala obugebengu ngethenda likaVusimusi “Cat” Matlala lemali engu-R360 million. UMasemola ngoLwesithathu unikezwe i-warrant…
IKhomishana kaMadlanga iqinisekisile ukuthi ithole izincwadi ezivela kuyise wesihlabani somrepha ongasekho emhlabeni uKiernan “AKA” Forbes. UTony Forbes uveze “ukudumala kwakhe…
Babhekene necala lokweba ubucwebe obubiza u-3.2 million wamarandi kanye nokuqamba amanga ngamarekhodi esitoko abantu besifazane abayisithupha, okuhlanganisa abaphathi kanye nabasebenzi…
UNgqongqoshe wezokuThutha uSiboniso Duma namuhla uqalise umkhankaso wezokuphepha ngamaholidi ePhasika kanti uthi kuzobe kujutshwe amaphoyisa angaphezu kuka-3,483 kanye namaphoyisa omgwaqo…
Indoda eneminyaka engu-33 ubudala igwetshwe iminyaka engu-25 ibhadle ejele ngokubulala unkosikazi wayo e-Alexandra. UNjabulo Zuma uvele eNkantolo yePhakeme yaseJohannesburg ngoMsombuluko,…
I-South Africa Health Products Regulatory Authority (SAHPRA) isimemezele ukubuyiselwa emuva kwayo yonke imikhiqizo ye-Citro-Soda enezinombolo ze-batch eziqala ngohlamvu C. I-South…
Kulimale kabi umfundi nabanye abantu kulandela ingozi eyenzeke kuPrickle Pear Road, eWaterloo ngoMsombuluko ntambama. Abosizo lokuqala bakwa-KZN VIP Emergency Medical…