Skip to content
Mon, Nov 23, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

Ululama kahle esibhedlela uMakhadzi
Izwi98 News

Ululama kahle esibhedlela uMakhadzi

Izwi LomzansiJanuary 2, 2026January 2, 2026

Isihlabani zomculi uNdivhudzannyi Ralivhona owaziwa kakhulu ngelikaMakhadzi ululama kahle esibhedlela ePolokwane, eLimpopo. UMakhadzi ungene esibhedlela kulandela ukushayiswa yimoto ngesikhathi ephuma…

Kuboshwe inqwaba yabashayeli ngamacala okuphula imithetho yomgwaqo eKZN
Izwi98 News

Kuboshwe inqwaba yabashayeli ngamacala okuphula imithetho yomgwaqo eKZN

Izwi LomzansiJanuary 2, 2026January 2, 2026

Kuboshwe abantu abaningi eRichards Bay. UDuma uthi i-RTI angeke ize iyeke, lokhu ukusho ngesikhathi enza isimemezelo ngezimo zomgwaqo. UNgqongqoshe Wezokuthutha…

Kuthungathwa abasolwa ababulale amalungu omndeni amane
Izwi98 News

Kuthungathwa abasolwa ababulale amalungu omndeni amane

Izwi LomzansiJanuary 1, 2026January 1, 2026

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya icala lokubulala kulandela ukubulawa ngesihluku amalungu amane omndeni endaweni yaseMdweshule lapho kusebenza khona amaphoyisa aseMehlomnyama ngoLwesithathu ebusuku,…

Kushone 3 wabasolwa kudutshulwana namaphoyisa eNewlands West
Izwi98 News

Kushone 3 wabasolwa kudutshulwana namaphoyisa eNewlands West

Izwi LomzansiDecember 31, 2025December 31, 2025

Amaphoyisa adubule abulala abasolwa abathathu esigamekweni sokudubula ngoLwesibili eNewlands West. Lokhu kwenzeke ngemuva kokuba amaphoyisa encinzwe indlebe ngsigameko sokuphanga kuhlonyiwe…

IZITHOMBE: UNgqongqoshe uMfundisi uButhelezi ubusise izaguga ngoKhisimusi eMfulamhle
Izwi98 News

IZITHOMBE: UNgqongqoshe uMfundisi uButhelezi ubusise izaguga ngoKhisimusi eMfulamhle

Izwi LomzansiDecember 31, 2025December 31, 2025

Bahambe begcwele injabulo abebehambele imbizo yesizwe saseMfulamhle, eMzimkhulu, lapho bekuyokwethulelwa isizwe inkosi yaso ngokusemthethweni. Kuzokhumbuleka ukuthi ngo-October Inkosi Xolani Zulu,…

Akukaboshwa muntu kulandela i-video yezingane ziphuza utshwala
Izwi98 News

Akukaboshwa muntu kulandela i-video yezingane ziphuza utshwala

Izwi LomzansiDecember 31, 2025December 31, 2025

Amaphoyisa ase-Eastern Cape aphenya ngezinsolo zokutholakala kotshwala ezinganeni ezisencane ngemuva kokusabalala kwe-video ezinkundleni zokuxhumana ezahlukene iveza izingane ezisencane ziphuza utshwala…

Kunxuswa abashayeli ukuba bangashayeli bephuze amponjwana
Izwi98 News

Kunxuswa abashayeli ukuba bangashayeli bephuze amponjwana

Izwi LomzansiDecember 29, 2025December 29, 2025

Iziphathimandla zezokuthutha KwaZulu-Natal zisiqaphile isimo njengoba izinga lezimoto emgaqweni yesifundazwe liqala ukwanda ngaphambi kosuku olandulela unyaka omusha. Iziphathimandla zikhiphe isixwayiso…

Alokhu engenile amazwi enduduzo ngomlimi odutshulwe washona ePMB
Izwi98 News

Alokhu engenile amazwi enduduzo ngomlimi odutshulwe washona ePMB

Izwi LomzansiDecember 28, 2025December 28, 2025

Alokhu etheleke njalo amazwi enduduzo kulandela ukudutshulwa kubulawe uMbongeni Sikhakhane, ongumlimi nomholi wezolimo waKwaZulu-Natal esigamekweni sokuphanga kuhlonyiwe esenzeke emzini wakhe…

Kushone 2 wamadoda adutshulwe elele enyakatho yeTheku
Izwi98 News

Kushone 2 wamadoda adutshulwe elele enyakatho yeTheku

Izwi LomzansiDecember 24, 2025December 24, 2025

Kushone amadoda amabili kanti eyesithathi ilulamela esibhedlela ngemuva kokuba oshayasibhamu bevulele ngenhlamvu  ngesikhathi esalele ezintatha ngoLwesithathu. UPrem Balram we-Reaction Unit…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube