Skip to content
Mon, Nov 23, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

UNgqongqoshe uGwarube uzomemezela imiphumela kaMatric 2025
Izwi98 News

UNgqongqoshe uGwarube uzomemezela imiphumela kaMatric 2025

Izwi LomzansiJanuary 12, 2026January 12, 2026

UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo uSiviwe Gwarube uzomemezela imiphumela kamatikuletsheni wonyaka ka-2025 ngoMsombuluko kusihlwa. UNgqongqoshe kanye neSekela likaNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo, uReginah Mhaule,…

I-DA eKZN ibuza isisusa ngesinqumo se-NFP
Izwi98 News

I-DA eKZN ibuza isisusa ngesinqumo se-NFP

Izwi LomzansiJanuary 8, 2026January 8, 2026

I-Democratic Alliance KwaZulu-Natal (DA KZN) ithi iyasihlonipha isinqumo se-NFP sokuhoxa kuHulumeni Wobumbano Lwesifundazwe (GPU) e-KZN kanti futhi iyazibuza ukuthi sisukaphi…

Ivelile enkantolo indoda esolwa ngokubulala nokugqiba intombi yayo kwelingashoni
Izwi98 News

Ivelile enkantolo indoda esolwa ngokubulala nokugqiba intombi yayo kwelingashoni

Izwi LomzansiJanuary 8, 2026January 8, 2026

Indoda esolwa ngokubulala intombi yayo ivele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseChatsworth enyakatho yeTheku namuhla. Amalungu omndeni kanye nalabo ababasekayo babhikishe ngaphandle…

Abakwa-Nestlé bacela kubuyiselwe emuva ubisi lwezingane ngenxa yokwesabela ubuthi
Izwi98 News

Abakwa-Nestlé bacela kubuyiselwe emuva ubisi lwezingane ngenxa yokwesabela ubuthi

Izwi LomzansiJanuary 7, 2026January 7, 2026

Inkampani i-NestlĂ© isimemezele ukubuyiselwa emuva kobisi lwezingane i-NAN Special Pro baby esemashalofoni asezitolo zaseNingizimu Afrika. Ithe ukuhoxiswa kwalo mkhiqizo eNingizimu…

Lihlehlile elababonakala kwivideo bebhonya  owesifazane etavern esePMB
Izwi98 News

Lihlehlile elababonakala kwivideo bebhonya owesifazane etavern esePMB

Izwi LomzansiJanuary 7, 2026January 7, 2026

Lihlehlele umhlaka-13 January 2026 icala elibhekene namadoda amabili abonakala kwi-video yekhamera yeCCTV yasendaweni yokucima ukoma lapho ebhaxabula owesifazane kanzima. La…

URamaphosa uqoke u-Advocate Andy Mothibi njengomphathi omusha wezokushushisa
Izwi98 News

URamaphosa uqoke u-Advocate Andy Mothibi njengomphathi omusha wezokushushisa

Izwi LomzansiJanuary 7, 2026January 7, 2026

UMengameli uCyril Ramaphosa uqoke u-Advocate Andy Mothibi njengoMqondisi Kazwelonke Wezokushushiswa Komphakathi (National Director of Public Prosecutions-NDPP) waseNingizimu Afrika. UMothibi, njengamanje…

Isinde ngokulambisa ingane kudutshulwa umama wayo eNtambanana
Izwi98 News

Isinde ngokulambisa ingane kudutshulwa umama wayo eNtambanana

Izwi LomzansiJanuary 7, 2026January 7, 2026

Luyaqhubeka uphenyo lokubulala endaweni yaseNtambanana, empumalanga yeRichards Bay kulandela ukuhlaselwa kubulawe owesifazane emzini wakhe. Indodakazi, 21, yalo wesifazane ithole inxeba…

Bagaxwe ozankosi abavulele ngenganono bebhekise emaphoyiseni ePhoenix
Izwi98 News

Bagaxwe ozankosi abavulele ngenganono bebhekise emaphoyiseni ePhoenix

Izwi LomzansiJanuary 7, 2026January 7, 2026

Bakhalelwe ngamasongo kaSigonyela abasolwa abane ngoLwesibili ntambama esigamekweni esenzeke kuPhoenix Highway noStanmore Drive. Imibiko yangaphambilini iveza ukuthi amaphoyisa ophiko lwe-SAPS…

Usale enkundleni owaseMnambithi edubulana namaphoyisa eGoli
Izwi98 News

Usale enkundleni owaseMnambithi edubulana namaphoyisa eGoli

Izwi LomzansiJanuary 7, 2026January 7, 2026

Umsolwa obefunelwa amacala okubamba inkunzi imoto yemali nezinye izigemegeme zobugebengu udutshulwe wabulawa eGauteng ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa aKwaZulu-Natal. Umsolwa oneminyaka engu-49…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube