Skip to content
Tue, Nov 24, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

Kutholwe isidumbu sendoda ezimobeni eThekwini
Izwi98 News

Kutholwe isidumbu sendoda ezimobeni eThekwini

Izwi LomzansiApril 8, 2025April 8, 2025

Kutholakale isidumbu sendoda sidindilize phansi ezimobeni eNanda, enyakatho yeTheku. Iziphathimandla zithi zithole ucingo oluvela kumlimi othi bebevuna ngesikhathi bezithela phezu…

INgqungquthela yamaPhoyisa: Kudingidwe ngamasu okulwa nobugebengu
Izwi98 News

INgqungquthela yamaPhoyisa: Kudingidwe ngamasu okulwa nobugebengu

Izwi LomzansiApril 8, 2025April 8, 2025

UMengameli uCyril Ramaphosa ugcizelele isidingo sokusebenzisa indlela ekahle emsebenzini wamaphoyisa, exwayisa ngokuthi ukuphepha kanye nokuzinza kwezwe kuncike kumaqhinga asebenzayo okulwa…

Owezokuxhumana ufuna i-TikTok iholele ama-content creator akuleli
Izwi98 News

Owezokuxhumana ufuna i-TikTok iholele ama-content creator akuleli

Izwi LomzansiApril 8, 2025April 8, 2025

UNgqongqoshe wezokuXhumana kanye neDigital Technologies, uSolly Malatsi ufuna abenkundla yezokuxhumana i-TikTok bakhokhele abenza i-content eNingizimu Afrika. Nakuba izwe lizishaya isifuba…

“Izibalo zokudlwengulwa kuleli ziyehluleka ukuveza ubucayi besimo”
Izwi98 News

“Izibalo zokudlwengulwa kuleli ziyehluleka ukuveza ubucayi besimo”

Izwi LomzansiApril 8, 2025April 8, 2025

Inhlangano engenzi nzuzo ezinze eMgungundlovu ithi izibalo zokudlwengulwa eNingizimu Afrika azikhombisi ukuthi isimo singakanani njengoba amacala amaningi esaqhubeka nokungabikwa. “Njengoba…

I-IFP yenze isifungo sokuthi uhulumeni uzoziphendulela ukuze aqinisekise ukuthi ukunyuswa kwe-VAT akuthwalisi kanzima abampofu nabasebenzi
Izwi98 News

I-IFP yenze isifungo sokuthi uhulumeni uzoziphendulela ukuze aqinisekise ukuthi ukunyuswa kwe-VAT akuthwalisi kanzima abampofu nabasebenzi

Izwi LomzansiApril 8, 2025April 8, 2025

Iqembu leNkatha Freedom Party (IFP) lizimisele ngokwenza uhulumeni aziphendulele emzamweni wokuvimbela ukwenyuka kwentela (VAT) ekuthwaliseni kanzima abantu abampofu nabasebenzi. I-IFP…

I-KAWU iphikisana nezinguquko zomthetho wezibhamu ohlongozwayo
Izwi98 News

I-KAWU iphikisana nezinguquko zomthetho wezibhamu ohlongozwayo

Izwi LomzansiApril 8, 2025April 8, 2025

Inyunyana yabasebenzi abazimele, iKungwini Amalgamated Workers Union (KAWU), isizwakalise ukukhathazeka kwayo mayelana noMthethosivivinywa ohlongozwayo Wokuchibiyela Ukulawulwa Kwezibhamu ongase udale ukwanda…

#JusticeforCwecwe: I-MK ifuna uNgqongqoshe wamaPhoyisa esule esikhundleni sakhe ngokudukisa abantu
Izwi98 News

#JusticeforCwecwe: I-MK ifuna uNgqongqoshe wamaPhoyisa esule esikhundleni sakhe ngokudukisa abantu

Izwi LomzansiApril 7, 2025April 8, 2025

Iqembu loMkhonto weSizwe (MK Party) ligcwele intukuthelo mayelana nezindaba ezishaqisayo ezidalulwe wuNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu, okudukisa abantu bakuleli ngecala lokudlwengulwa…

“I-ANC ayinalo ilungelo lokuvimba i-SACP ukuthi iphume ibhodwe layo”
Izwi98 News

“I-ANC ayinalo ilungelo lokuvimba i-SACP ukuthi iphume ibhodwe layo”

Izwi LomzansiApril 7, 2025April 7, 2025

I-South African Communist Party (SACP) ithe i-African National Congress (ANC) ayinalo ilungelo lokuyivimba ukuthi ingenele ukhetho iyodwa. Ngale kokhetho lokuchibiyela…

Zibakhalele abatholwe nempahla yakwa-Eskom eMpangeni
Izwi98 News

Zibakhalele abatholwe nempahla yakwa-Eskom eMpangeni

Izwi LomzansiApril 7, 2025April 7, 2025

Umkhankaso wobunhloli wamaphoyisa angamalungu e-Operation Vala Umgodi uholele ekuboshweni kwabasolwa abahlanu abatholwe nempahla yakwa-Eskom engabiza imalu engu-1.5 million wamarandi endaweni…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube