Kulindeleke amakhaza, nemvula eKZN
Kulindeleke okunye okubandayo ukuthi eNingizimu Afrika yonke ngasekupheleni kwaleli sonto. Ngokusho kweSouth African Weather Officer, izakhamizi zaseWestern Cape kumele zilindele…
Izwa Umehluko
Kulindeleke okunye okubandayo ukuthi eNingizimu Afrika yonke ngasekupheleni kwaleli sonto. Ngokusho kweSouth African Weather Officer, izakhamizi zaseWestern Cape kumele zilindele…
Abahleli bemashi yanamuhla yokweseka uKhomishana wamaPhoyisa e-KZN uNhlanhla Mkhwanazi bathi balindele amakhulu abantu abazoba yingxenye yale mashi. Abamashayo bazosuka eCurries…
Isifo samatele sisaqhubeka nokusabalala ezweni lonke. Isigameko sakamuva sesifo esihlasela imfuyo sitholakale epulazini lezohwebo endaweni yaseKroonstad State Veterinary. Ile ndawo…
Ezinye izakhamuzi zaseMontclair, eningizimu yeTheku, zithi bekufanele kuxoxiswe nazo ngaphambi kokuthi uhulumeni waKwaZulu-Natal athenge isikhungo esizohlalisa abakhahlanyezwe yizikhukhula. NgeSonto, uNgqongqoshe…
Kushe umuzi eMontclair, eningizimu yeTheku. Abezicishamlilo bachithe amahora ambalwa bebhula umlilo kuGlen Road ngoMsombuluko ekuseni. UCraig Peters, okhulumela abezicishamlilo, uthe…
Abalandeli beqembu loMkhonto weSizwe bagcwale izitaladi zaseGoli beseka uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal uMnuz Nhlanhla Mkhwanazi. Le mashi ingeyokuqala esikhathini esingangesonto semibhikisho…
INgonyama Trust Board isiqalile ukubuyisela imali kubahlali abakhokha imali yomqasho esivumelwaneni esinqunywe yiNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu esingekho emthethweni. UMkhandlu Wokuthuthukiswa Komthethosisekelo…
UMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal uthi usuthenge isikhungo sika-R33 million esizobhekelela abakhahlanyezwe yizikhukhula esifundazweni. Lesi simemezelo siza ngemuva kwezinsuku lapho, abantu…
UMengameli Cyril Ramaphosa usejube ikhomishini ezophenya ngezinsolo zenkohlakalo ezibhekiswe kuNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu nezinye izikhulu eziphezulu zophiko lwamaphoyisa i-SAPS. URamaphosa…