Lihlehlile elosolwa ngokubulala uDJ Warras
Icala lokubulawa kukaWarrick “DJ Warras” Stock lihlehliselwe umhlaka-13 January 2026, eNkantolo yeMantshi yaseGoli. Ukuhlehliswa kwecala kwenzelwa ukuvumela uVictor Majola ukuba…
Izwa Umehluko
Icala lokubulawa kukaWarrick “DJ Warras” Stock lihlehliselwe umhlaka-13 January 2026, eNkantolo yeMantshi yaseGoli. Ukuhlehliswa kwecala kwenzelwa ukuvumela uVictor Majola ukuba…
INkantolo yeMantshi yaseGoli namuhla ihlele ukulalela isicelo sebheyili sendoda esolwa ngokubulala usaziwayo wakuleli uWarras Stock obaziwa ngelikaDJ Warras. UVictor Majola,…
USihlalo kazwelonke we-ANC uGwede Mantashe uthi abantu abangasebenzi sebethembele kakhulu kuhulumeni esikhundleni sokufaka izicelo zemisebenzi. Ekhuluma nabezindaba ze-SABC, uMantashe uthe…
Kudutshulwe kwabulawa abasolwa ababili ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa endaweni yamaphoyisa yaseMargate endaweni yasoVongo, kwatholakala izibhamu ezinhlanu ezingekhomthethweni okubalwa nezibhamu ezimbili zohlobo…
Kulindeleke ukuba kwehle intengo kaphethiloli kuleli sonto, njengoba ukuqina kwerandi kanye nentengo ephansi kawoyela wamazwe ngamazwe kuholele ekwehleni okukhulu kukaphethiloli…
UMnyango Wezempilo waKwaZulu-Natal uqinisekisa isibalo sezingane ezingu-334 ezizalwe ngomhlaka-1 January 2-26 ezikhungweni zezempilo zomphakathi eahlukene esifundazweni sonke. Isibalo esiqoshiwe sezingane…
Amaphoyisa aphenya icala lokubulala kulandela ukutholakala kwezidumbu ezimbili, esowesilisa nesowesifazane endaweni yokuhlala yamaholidi eMargate ogwini oluseningizimu yeKwaZulu-Natal ngosuku loNyaka Omusha.…
Isihlabani zomculi uNdivhudzannyi Ralivhona owaziwa kakhulu ngelikaMakhadzi ululama kahle esibhedlela ePolokwane, eLimpopo. UMakhadzi ungene esibhedlela kulandela ukushayiswa yimoto ngesikhathi ephuma…
Kuboshwe abantu abaningi eRichards Bay. UDuma uthi i-RTI angeke ize iyeke, lokhu ukusho ngesikhathi enza isimemezelo ngezimo zomgwaqo. UNgqongqoshe Wezokuthutha…