IZITHOMBE: Kubongwe umphakathi ngababoshelwe ukweba udizili eMbumbulu
Kuboshwe amadoda amabili eSawpits, eMbumbulu, kuWadi 96, eningizimu yeTheku. Lokhu kuza ngemuva kokuba uphiko lwe-Integrity and Investigations kuMasipala weTheku libambe…
Izwa Umehluko
Kuboshwe amadoda amabili eSawpits, eMbumbulu, kuWadi 96, eningizimu yeTheku. Lokhu kuza ngemuva kokuba uphiko lwe-Integrity and Investigations kuMasipala weTheku libambe…
UMengameli wamaJaji e-Eastern Cape, uSelby Mbenenge, uzichithile izinsolo zokuthi wathumela isithombe sesitho sakhe sangasese kummangali, u-Andiswa Mengo. Ngaphambilini inkantolo yezwa…
Abezicishamlilo nezimo eziphuthumayo kaMasipala weTheku, kanye namathimba eZinhlekelele, baphuthume endaweni yesigameko lapho okuqubuke khona ilangabi ngezithuba zabo-03:00 ekuseni namuhla emjondolo…
Azoqhathwa osukwini lwanamuhla amaqembu azoba yingxenye yomqhudelwano wemidlalo ye-Premier ‘s Cup. Amaqembu azoba yingxenye agijima kwiBetway-Premiership okungaMazulu fc, yiGolden Arrows,…
Kushone ingane ngemuva kokuminza emzini oseMgungundlovu. Kukholakala ukuthi umfana oneminyaka emihlanu ubudala ugwilize ku-swimming pool kuHowick Road e-Athlone ngoMsombuluko ntambama.…
Uphenyo olselunesikhathi lwaqala lwabaseshi boPhiko lokuBula nokuphanga KwaZulu-Natal luholele ekuboshweni kwendoda eneminyaka engu-28 ubudala engeyokufika kuleli ngecala lokubulala abantu abayisithupha…
UMengameli uCyril Ramaphosa uthi bonke labo okuzovela ukuthi abenzi kahle kulokhu okuvezwe nguKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uGeneral Nhlanhla Mkwanazi bazothathelwa izinyathelo…
Uphiko lwamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) lukuqinisekise ukuthi kuqhubeka uphenyo oluphuthumayo kulandela ukusatshalaliswa kwe-video ebukwa umhlaba wonke enkundleni yezokuxhumana iTikTok, eveza…
ISouth African Medical Association ithi izohlangana noNdunankulu waseKZN uThami Ntuli kuleli sonto ukudingida izikhalo eziqhubekayo ngokuphepha kwabasebenzi bezempilo. Le nhlangano…