Kubalwa nezingane kwabashone engozini e-KZN South Coast
Kushone abantu abayisishiyagalombili, okubalwa kubo izingane ezine engozini enyantisa igazi ogwini oluseningizimu KwaZulu-Natal Amaphoyisa omgwaqo athi kushayisane iloli neveni ku-N2…
Izwa Umehluko
Kushone abantu abayisishiyagalombili, okubalwa kubo izingane ezine engozini enyantisa igazi ogwini oluseningizimu KwaZulu-Natal Amaphoyisa omgwaqo athi kushayisane iloli neveni ku-N2…
UMnyango Wezempilo waKwaZulu-Natali uqinisekisa ukuthi uyazi ngodaba olubucayi olubandakanya abahlengikazi abathathu base-Appelsbosch Hospital, nokuwudaba oluphenywa yizikhungo zomthetho njengamanje. UMnyango uthole…
OwayenguNgqongqoshe Wezinkampani Zikahulumeni uMalusi Gigaba kulindeleke ukuthi azinikele emaphoyiseni ukuze abhekane namacala ahlobene nophenyo oluqhubekayo ngenkohlakalo kwaTransnet. La macala ayingxenye…
Amaphoyisa aseVryheid enyakatho yeKwaZulu-Natal abophe indoda eneminyaka engu-48 ubudala ngemuva kokusolwa ngokushisa intombi yayo eneminyaka engu-41 ubudala yaze yashona nokuzama…
Uhulumeni uthi uthole inqwaba yezingcingo ezivela emadodeni angu-17 aseNingizimu Afrika avaleleke esifundeni sase-Ukraine i-Donbas, lapho kunempi khona. Angu-16 amadoda avaleleke…
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aseqalile athungatha abantu bokufika abangu-13 abangenazo izincwadi ezibagunyaza ukuba kuleli, abeqe esiteshini samaphoyisa saseNyoni ngoLwesibili ntambama. Okhulumela amaphoyisa…
UNgqongqoshe woMnyango wezeMfundo uSipho Hlomuka ushayele ihlombe amaphoyisa ophiko lwe-SAPS, uMasipala Wesifunda saseMgungundlovu nabo bonke abanye ababambisene nabo ngemizamo yabo…
UMnyango wezeMfundo KwaZulu Natal udumele kulandela isigameko sokucekelwa phansi kwesikole iMpolweni Secondary esiseMgungundlovu District lapho kushiswe ingxenye yesikole kwagqekezwa emakilasini…
UMbuso ecaleni lokubulala uSenzo Meyiwa, namuhla kulindeleke ukuba uqhubeke nokuphenya ngezinsolo zokuthi ummangalelwa wokuqala, uMuzi Sibiya, wayehlala KwaZulu-Natal ngonyaka okwabulawa…