Seziboshiwe izigebengu ezidale ingozi eChatsworth
Sebeboshiwe abantu abathathu abasolwa ngokuduna imoto kulandela ukushayisa imoto ku-Higginson Highway in Chatsworth. Kubikwa ukuthi umshayeli wemoto ulimale kanzima. Amalungu…
Izwa Umehluko
Sebeboshiwe abantu abathathu abasolwa ngokuduna imoto kulandela ukushayisa imoto ku-Higginson Highway in Chatsworth. Kubikwa ukuthi umshayeli wemoto ulimale kanzima. Amalungu…
Kulokhu kuqhubeke njalo ukukhathazeka mayelana nokuthi inkampani ekhiqiza ushukela iTongaat Hulette ingase ivalwe. I-Cosatu KwaZulu-Natal ixwayise ngokuthi abasebenzi kanye nemiphakathi…
UMkhandlu wezokuThutha we-E-hailing waKwaZulu-Natal kanye nenhlangano yamatekisi ePhoenix, iPhoenix Taxi Association bavumelene ngokuthi bazozama ukusebenza ngokuthula emkhakheni wezokuthuthwa komphakathi enyakatho…
ISekela likaKhomishana wamaPhoyisa kaZwelonke omisiwe uShadrack Sibiya uzothatha izintambo kwiKhomishana kaMadlanga namuhla. USibiya ubhekene nomsebenzi onzima wokuzivikela ezinsolweni ezahlukene. OLUNYE…
UKhomishana wamaphoyisa esifundazweni saKwaZulu-Natal uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi usesonge ngokuthathela usomabhizinisi waseThekwini izinyathela zomthetho ngemuva kokuba ethe inhloko yamaphoyisa izame…
Izibalo zakamuva ezikhishwe yi-Statistics South Africa (Stats SA) zikhombisa ukuthi izinga lokungasebenzi elisemthethweni lehle ngamaphuzu angu-0,5% lisuka ku-31,9% kwikota yesithathu…
Abosio lokuqala bakwa-VIPKZN baphuthume endaweni yesigameko kulandela ukuthola imibiko ngengozi yesithuthuthu ku-North Coast Road. Abakwa-KZNVIP Medics bafike endaqeni yesigameko bahlangabaezana…
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal, eholwa nguKhomishana wesiFundazwe, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, agasele endaweni yasePhoyinti eqhuba umsebenzi wawo ngmizamo yokubheka izibhamu ezingekho emthethweni,…
Abasolwa abane ababefunwa ngamacala ahlukene okubalwa kuwo ukubulala, ukuzama ukubulala kanye nokuphanga ngesibhamu badutshulwe balimala kabi ngesikhathi bedubulana namaphoyisa eMatikwe…