Kuthungathwa abasolwa ngokutholakala kwezidakamizwa echwebeni laseThekwini
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athungatha abasolwa kulandela ukutholakala kwezidakamizwa zohlobo lwe-cocaine ebiza cishe uR13 million ezitholakale ngesikhathi sokusebenza kobunhloli echwebeni laseThekwini ngoMsombuluko…
