Stats SA: Linyuke ngo-01% izinga labantu abasebenzayo
IStatistics South Africa ithi izinga labantu elisebenzayo linyuke ngo-0,1% kwikota yokugcina ka-2024. Ukwenyuka kubonakale kwezohwebo, izinsiza zebhizinisi, ezokuthutha kanye nogesi.…
Izwa Umehluko
IStatistics South Africa ithi izinga labantu elisebenzayo linyuke ngo-0,1% kwikota yokugcina ka-2024. Ukwenyuka kubonakale kwezohwebo, izinsiza zebhizinisi, ezokuthutha kanye nogesi.…
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal axwayise izakhamuzi zaKwaMashu enyakatho yeTheku ngezigilamkhuba ezizenza amaphoyisa. Lokhu kuza ngemuva kwezigameko lapho izigebengu zisebenzisa indlela efanayo ukugebenga…
Durban – Izinkulungwane zabantu ziphume ngobuningi bazo ngokweseka imashi ebihlelwe nguJacinta Ngobese-Zuma eThekwini, ngoMsombuluko. Le mashi ibimayelana nokuqiniswa kwemithetho yabantu…
ULundi – IDemocratic Alliance (DA) KwaZulu-Natal ithi ibheke izimisele ngokuqinisa ubudlelwano bayo neNkatha Freedom Party (IFP). Abaholi be-DA esifundazweni abayingxenye…
Kuqinisekiswe eKurhuleni eGauteng ukutholakala kwabantu abathathu ne-Mpox. UMnyango Wezempilo unxusa ukuthi kuqashwe izimpawu. Kwabangenwe yileli gciwane kubalwa indoda eneminyaka engu-38…
UMnyango Wezasekhaya kanye ne-Special Investigating Unit (i-SIU) kulindeleke ukuba basebenzisane ekwethuleni Iforamu yokuLawulwa kwemiNgcele kanye nezokuThutha zabokufika ePitoli namuhla. OLUNYE…
Durban – INkantolo eNkulu yaseThekwini ngoMsombuluko ithole indoda eneminyaka engu-34 ubudala inecala lokuhlasela ibulale endaweni eseduze nenxanxatghela yezitolo ngonyaka odlule.…
UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu uthi sekuboshwe umuntu oyedwa kulandela isigameko sokudutshulwa kwabaqa[hi bomphakathi emjondolo yaseSoshanguve. Isigameko sokudubula senzeka ngesikhathi kuhilizisana…
Johannesburg – Johannesburg – UNgqongqoshe wamaPhoyisa, uSenzo Mchunu, usefikile eSoshanguve, ePitoli lapho kudutshulwe khona abeqaphi abahlanu kwalimala abayisishiyagalombili emijondolo ekuseni…