Umphakathi unxuswa ukuba ugomele umkhuhlane
Umphakathi unxuswa ukuba ugomele umkhuhlane njengoba isikhathi somkhuhlane sonyaka ka-2026 siqale ngaphambi kwesikhathi obekulindelwe, okuphakamisa ukukhathazeka ngokwanda kwezifo zokuphefumula. Ngokusho…
Izwa Umehluko
Umphakathi unxuswa ukuba ugomele umkhuhlane njengoba isikhathi somkhuhlane sonyaka ka-2026 siqale ngaphambi kwesikhathi obekulindelwe, okuphakamisa ukukhathazeka ngokwanda kwezifo zokuphefumula. Ngokusho…
Icala elibhekene nomshayeli wengozi yetekisi elithutha izingane zesikole eVaal lihlehliselwe umhlaka-22 April. U-Ayanda Dludla uvele kafushane eNkantolo yeMantshi yaseVanderbijlpark namuhla.…
UNgqongqoshe wezeZimali u-Enoch Godongwana uthi iNingizimu Afrika izonciphisa intela ebekwe kuphethiloli ukuze inciphise umthelela wokwenyuka kwentengo kaphethiloli kuphethiloli wasekhaya, kusho…
IPhini likaNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu, uMfundisi uPrince Zolile Burns-Ncamashe, uthi iNxusa laseNigeria liziqhelelanisile nemibiko yokubekwa kwenkosi yaseNigeria eKuGompo e-Eastern Cape.…
UMasipala waseThekwini ulindele izivakashi ezingaphezu kwezingu-1.2 million kule mpelasonto yePhasika. IMeya yalo mkhandlu, uCyril Xaba, ithe balindele ukuthi izivakashi zifake…
Ukuvuselelwa kwenkontileka okusemthethweni kugunyazwe yiKhomishana Kazwelonke uJenene Fannie Masemola kulandela ukubonisana noNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThami Ntuli. UKhomishana kaZwelonke wamaPhoyisa aseNingizimu Afrika,…
Amaqembu ezepolitiki aphinde acela ukuthi abantu bakwamanye amazwe abalahlwe ngamacala babuyiselwe emazweni abo ukuze kuncishiswe ukuminyana emajele ezwe. Kunabantu bakwamanye…
UMnyango wezoLimo wesifundazwe uthi izingulube epulazini elithintekile sezigonyiwe ukuvimbela ukusabalala kwegciwane. Lesi sifo, esaqala esifundazweni ngo-2021 nesesisabalele ezweni lonke, sithinte…
UKhomishana wamaphoyisa kazwelonke uJenene Fannie Masemola uzobhekana namacala obugebengu ngethenda likaVusimusi “Cat” Matlala lemali engu-R360 million. UMasemola ngoLwesithathu unikezwe i-warrant…