KUZOKHUNJULWA AMASOSHA ABULEWE EDRC EMDLALWENI YEPSL

IPsl osukwini lwanamhlanje isimemezele ukuthi kuzoba nesikhathi lapho khona kugobiswa amakhanda kuhlonishwa amasosha akulele abulewe eDrc, emidlalweni ye Betway Premiership, Motsepe Foundation Kanye nemidlalo ye Multichoice diski challenge kuzoba ne Moment of silent ngaphambi kokuqala kwemidlalo yePsl.

.Abalelwa kwangu 13 amasosha athe abulawa Democratic Republic of Congo, IPsl iphinde yadlulisa amazwi endunduzo emndenini elahlekelwe.

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-Twitter)

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *