Skip to content
Mon, Oct 5, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Lugxekwe nayiMK uhambo lukaShivambu lwaseMalawi
Izwi98 News

Lugxekwe nayiMK uhambo lukaShivambu lwaseMalawi

Fikile NdabaApril 21, 2025April 21, 2025

UNobhala-jikelele woMkhonto Wesizwe Party uFloyd Shivambu usezidalelele inkinga ngokuvakashela eMalawi, lapho ahlangane khona nomphrofethi uShepherd Bushiri. Lo mphrofethi nomkakhe babaleka…

Umbiko wePhasika: Bangaphezu kweshumi abashayeli ababoshelwe ukushayela bedle amponjwana
Izwi98 News

Umbiko wePhasika: Bangaphezu kweshumi abashayeli ababoshelwe ukushayela bedle amponjwana

Fikile NdabaApril 21, 2025April 21, 2025

Bangaphezu kweshumi abantu abavalelwe esitokisini ngemuva kokutholokala beshayela bephuze amanzi amponjwana ogwini olusenyakatho yeKwaZulu-Natal ngoLwesihlanu. Lokhu kuboshwa kwala bantu kuza…

Kushone oyedwa kwalimala abantu abathathu engozini eReservoir Hills
Izwi98 News

Kushone oyedwa kwalimala abantu abathathu engozini eReservoir Hills

Fikile NdabaApril 21, 2025

Ingozi enyantisayo yemoto idlule nomphefumulo womuntu oyedwa yashiya abanye abathathu belimele, okuhlanganisa nengane encane, ngeSonto ebusuku eReservoir Hills. Ngemuva kwezithuba…

Usesimeni esibucayi esibhedlela oshayise isigodi ehamba ngesithuthuthu
Izwi98 News

Usesimeni esibucayi esibhedlela oshayise isigodi ehamba ngesithuthuthu

Fikile NdabaApril 21, 2025

Usesimeni esibucayi owesilisa obehamba ngesithuthuthu ngemuva kokushayisa umgodi omubi emgwaqeni uR102 phakathi kwamarobhothi asePamview nomgwaqo ngenela ePhoenix, enyakatho yeTheku. Kukholakala…

Umbiko wePhasika: Amathambo ezangoma zezulu athi lingase likhithike eKZN
Izwi98 News

Umbiko wePhasika: Amathambo ezangoma zezulu athi lingase likhithike eKZN

Fikile NdabaApril 18, 2025April 18, 2025

Izangoma zezulu zakwa-South African Weather Service sezikhiphe isexwayiso sika-Level 5 esimayelana nemvula enamandla nokuwa kwesithathwa ezindaweni ezithile KwaZulu-Natal kule mpelasonto…

Isisuse umsindo ivideo eveza umfundi wezindaba ehilizisana nowesifazane emgaqweni
Izwi98 News

Isisuse umsindo ivideo eveza umfundi wezindaba ehilizisana nowesifazane emgaqweni

Fikile NdabaApril 18, 2025

Kuzungeza ivideo eveza umfundi wezindaba zakuthelevishini iNewzroom Afrika ehilizisana nowesifazane ongumfundi wasenyuvesi oneminyaka engu-20 ubudala. Kusolwa ukuthi lo mfundi wezindaba…

Umbiko wePhasika: Kusolwa amaloli ngokudala izingozi nesiminyaminya ku-N3
Izwi98 News

Umbiko wePhasika: Kusolwa amaloli ngokudala izingozi nesiminyaminya ku-N3

Fikile NdabaApril 18, 2025April 18, 2025

UMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal uthi ukubambezeleka kwezimoto ku-N3 ekuqaleni kwempelasonto yePhasika kungenxa yezingozi nokuhluleka kwemishini okubandakanya amaloli. Kube nokutheleka kwabantu abaningi…

OwezaManzi unxusa ukuba kumiswe amasiko enziwa emimfuleni kuleli Phasika
Izwi98 News

OwezaManzi unxusa ukuba kumiswe amasiko enziwa emimfuleni kuleli Phasika

Fikile NdabaApril 18, 2025April 18, 2025

UMnyango Wezamanzi Nokuthuthwa Kwendle unxusa abantu abahlela ukwenza amasiko enkolo noma endabuko emifuleni nasemadamini ukuthi bamise imisebenzi enjalo – ikakhulukazi…

Umbiko wePhasika: Bangaphezu kuka-65 abalimele ezingozini ezenzeke ku-N3
Izwi98 News

Umbiko wePhasika: Bangaphezu kuka-65 abalimele ezingozini ezenzeke ku-N3

Fikile NdabaApril 18, 2025April 18, 2025

Abezimo eziphuthumayo babika ukuthi bangaphezu kuka-65 abantu abalimele ezingozini ezimbili ezinkulu ezenzeke ku-N3 ngaseTown Hill. Izinkulungwane zilibangise KwaZulu-Natal, kule mpelasonto…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.