Skip to content
Sat, Aug 8, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Kubulawe umshayeli webhasi esigamekweni sokuphanga eVerulam
Izwi98 News

Kubulawe umshayeli webhasi esigamekweni sokuphanga eVerulam

Fikile NdabaMay 12, 2025May 12, 2025

NgoMsombuluko ekuseni ngemuva kwezithba zabo-10:30, ithimba labosizo lokuqala i-KZNVIP Medical Teams liphuthume endaweni yesigameko sokudubula lapho obekubanjwa khona inkunzi kuhlonyiwe…

Kuboshwe abasebenzi bakamasipala ngelokweba udizili
Izwi98 News

Kuboshwe abasebenzi bakamasipala ngelokweba udizili

Fikile NdabaMay 12, 2025

IDolobha lisaqhubeka nokuqeda ukukhwabanisa, inkohlakalo kanye nokusetshenziswa budedengu nokwebiwa kwengqalasizinda nezinsiza zikamasipala. Lokhu kuza ngemuva kokuba kuboshwe abasebenzi ababili bakaMasipala…

Umndeni ufuna kuthathwe izinyathelo mayelana nokushaywa kwengane yawo esikoleni
Izwi98 News

Umndeni ufuna kuthathwe izinyathelo mayelana nokushaywa kwengane yawo esikoleni

Fikile NdabaMay 12, 2025May 12, 2025

Umndeni wasesigodini saseMagogoe, eMahikeng, ufuna ubulungiswa ngemuva kokuba indodana yawo eneminyaka eyisikhombisa isinenkinga kwezempilo kanti umndeni usola ukuthi kungenxa yokushaywa…

Kulimale 6 wezingane zesikole engozini ePMB
Izwi98 News

Kulimale 6 wezingane zesikole engozini ePMB

Fikile NdabaMay 12, 2025May 12, 2025

Kulimale inqwaba yezingane zesikole samabanga aphansi engozini eMgungundlovu namuhla ekuseni. Le ngozi yenzeke kuMoses Mabhida Road ngesikhathi itekisi liphaphalaza liphuma…

Uyavela enkantolo u-Omotoso kulandela ukuboshwa kwakhe ngempelasonto
Izwi98 News

Uyavela enkantolo u-Omotoso kulandela ukuboshwa kwakhe ngempelasonto

Fikile NdabaMay 12, 2025May 12, 2025

Umfundisi waseNigeria uTimothy Omotoso kulindeleke ukuthi avele eNkantolo yeMantshi yase-East London namuhla ekuseni. U-Omotoso uzovela enkantolo kulandela ukuboshwa kwakhe ngempelasonto…

Kuyaphenywa ngokusha kwenxanxathela yezitolo eseMhlanga
Izwi98 News

Kuyaphenywa ngokusha kwenxanxathela yezitolo eseMhlanga

Fikile NdabaMay 12, 2025

Abosizo lokuqala i-KZNVIP Emergency Response Team baphuthume endaweni yaseMhlanga kulandela ukuthola imibiko emayelana nokusha kwenxanxathela yezitolo ngeSonto. Ngesikhathi befika kule ndawo,…

Buka: Basale enkundleni abasolwa abahlanu bedubulana namaphoyisa eHammersdale
Izwi98 News

Buka: Basale enkundleni abasolwa abahlanu bedubulana namaphoyisa eHammersdale

Fikile NdabaMay 12, 2025

Abasolwa abahlanu abebefunelwa icala lokubulala owesilisa nonkosikazi wakhe badutshulwe babulawa ngesikhathi betholana phezulu ngezulu lezandla namaphoyisa endaweni yaseMophela elokishini laseMpumalanga,…

Agcwele esikhumulweni sezindiza amaBhunu alibangise eMelika esuka kuleli
Izwi98 News

Agcwele esikhumulweni sezindiza amaBhunu alibangise eMelika esuka kuleli

Fikile NdabaMay 11, 2025May 11, 2025

Iqembu lokuqala lamaBhunu angu-49 kulindeleke ukuthi lilibangise eMelika namuhla kusihlwa ngendiza yokuqala. Leli qembu kulindeleke ukuthi lifike “ezweni lesethembiso” ngoMsombuluko,…

Kuphangalale 8 engozini ku-N2 ngaseMpangeni
Izwi98 News

Kuphangalale 8 engozini ku-N2 ngaseMpangeni

Fikile NdabaMay 11, 2025May 11, 2025

Kushone abantu abayisishiyagalombili engozini eyenzeke ku-N2 ngaseMpangeni KwaZulu-Natal. Kubikwa ukuthi kulimela abanye abangu-16 kuyo le ngozi. Kukholakala ukuthi iloli elincane…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM