
Sekutholakale ukuthi izithuthuthu ezihambisa ukudla okanye igilosa emakhaya azisagcini ngokuhambisa ukudla kwegilosa kodwa sezihambisela nezingane izidakamizwa.
Kuphume isexwayiso kubantu ngalolu daba.
OLUNYE UDABA: kuboshwe izinkulungwane zabantu ngamacala ahlukene ngoMarch
Lokhu kuza ngemuva kokuba amaphoyisa ophiko lwe-SAPS kanye nawe-JMPD ekade eqhuba umsebenzi wawo ngesonto eledlule, eRosebank, eGoli ngesikhathi kubatholakal isithuthuthu esigcwe;e izidakamizwa ngemuva.
Kuboshwe izithuthuthu ezingu-15 ezingekho esimeni sokuba semgaqweni.
Isithombe:

KZNVIP GROUP
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
