Kugqame olwamaBhunu emhlanganweni kaRamaphosa noTrump
UMengameli wakuleli uCyril Ramaphosa noMengameli waseMelika uDonald Trump babenomhlangano eWhite House eWashington DC ngemizamo yokuvuselela ubudlelwano phakathi kwamazwe amabili i-United…
Izwa Umehluko
UMengameli wakuleli uCyril Ramaphosa noMengameli waseMelika uDonald Trump babenomhlangano eWhite House eWashington DC ngemizamo yokuvuselela ubudlelwano phakathi kwamazwe amabili i-United…
UNgqongqoshe wezeziMali u-Enoch Godongwana uthi alikho ihlazo ngokwethuleni inkulumo yakhe yesithathu yesabelomali engekho uMengameli Cyril Ramaphosa noma iPhini likaMengameli uPaul…
Kube yinjabulo yodwa abafundi bezikole ezahlukene baseThekwini behlangene eDurban ICC eThekwini lapho obekuqhubeka khona iYouth Employability Indaba & Career Expo…
UMnyango wezeMfundo eGauteng uthi ukuboshwa kwamantombazane ayisikhombisa asolwa ngokushaya enye intombazane engmfundi waseBedfordview High School kumele kube yisifundo kwezinye iziqhwaga.…
Ubhadle ejele owesilisa obulale umalume kubangwa upholoni wesikole Indoda eneminyaka engu-21 ubudala igwetshwe iminyaka engu-18 ibhadle ejele ngecala lokubulala umalume…
Usefikile eWashington DC uMengameli Cyril Ramaphosa namuhla ntambama, ohambweni lwakhe lomsebenzi. Inhloso yokuhambela eMelika ukuvuselela ubudlelwano bamazwe amabili okuyiNingizimu Afrika…
Abafundi abangamantombazane ayisikhombisa bavele eNkantolo yeMantshi yaseGoli namuhla ngamacala okushaya. Lokhu kuza ngemuva kokuboshelwa izinsolo zokushaya omunye umfundi ngempelasonto. Kuvele…
Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema ubuze ukuthi kungani amalungu e-AfriForum okuhlanganisa uKallie Kriel, Ernst Roets noGerrie Nel engazange…
ISouth African Weather Service ixwayise ngomoya onamandla futhi oyingozi ozohlasela izingxenye zaKwaZulu-Natal ngoLwesithathu. Izangoma zezulu zikhiphe izexwayiso ezimbili zika-level 2.…