Skip to content
Sat, Aug 8, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uzokhipha izibalo zobugebengu zekota
Izwi98 News

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uzokhipha izibalo zobugebengu zekota

Fikile NdabaMay 23, 2025May 23, 2025

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu uzokhipha izibalo zobugebengu zekota yesine. Izibalo zakamuva zizochaza kabanzi ngobugebengu obubikiwe futhi ziveze inqubekelaphambili eseyenziwe ekubhekaneni…

Amaphoyisa adubule abulala abasolwa ngokubamba inkunzi imoto yemali eKZN
Izwi98 News

Amaphoyisa adubule abulala abasolwa ngokubamba inkunzi imoto yemali eKZN

Fikile NdabaMay 22, 2025

Kudutshulwe kwabulawa abantu ababili okusolwa ukuthi bebebamba inkunzi imoto yemali ngesikhathi bedubulana namaphoyisa eWasbank, ngaseLadysmith ngoLwesine ntambama, ngomhlaka-22 May 2025.…

Uphinde waboshwa obeqe esitokisini ngawokudlwengula izingane zesikole
Izwi98 News

Uphinde waboshwa obeqe esitokisini ngawokudlwengula izingane zesikole

Fikile NdabaMay 22, 2025May 22, 2025

Amaphoyisa aseMariannhill aphinde abophe indoda eneminyaka engu-28 ubudala esolwa ngecala lokudlwengula eyeqa esitokisini samaphoyisa eMariannhill ngoMsombuluko, ngemuva kokuboshwa kwayo ekuseni.…

Amaphoyisa acela ukufuniswa osolwa ngokuzama ukubulala usomatekisi
Izwi98 News

Amaphoyisa acela ukufuniswa osolwa ngokuzama ukubulala usomatekisi

Fikile NdabaMay 22, 2025May 22, 2025

Abaseshi bamaphoyisa ababhekene nezindaba ezithinta udlame lwamatekisi KwaZulu-Natal bafuna usizo kumalungu omphakathi ngokuthola uRichard Zwakushiwo Dlamini obuye aziwe ngelika ‘Masiliva’.…

URamaphosa uthi izingxoxo zohwebo zeSA neUS ‘zibuyela esimeni’
Izwi98 News

URamaphosa uthi izingxoxo zohwebo zeSA neUS ‘zibuyela esimeni’

Fikile NdabaMay 22, 2025May 22, 2025

UMengameli uCyril Ramaphosa unethemba lokuthi usecindezele inkinobho yokwenza kabusha odabeni lwezohwebo nokutshalwa kwezimali ne-United States. URamaphosa ekhuluma kulandela izingxoxo zangoLwesithathu…

Ingozi eyenzeke eduzane ne-Spaghetti Junction eThekwini iholele ekutheni kuvalwe u-N3
Izwi98 News

Ingozi eyenzeke eduzane ne-Spaghetti Junction eThekwini iholele ekutheni kuvalwe u-N3

Fikile NdabaMay 22, 2025

Ingozi eyenzeke namuhla ekuseni idale ukuthi kuvalwe umgwaqo u-N3 obheke eThekwini ngaseSpaghetti Junction ngaphandle kwedolobha. Okhulumela abosizo lokuqala i-ALS uGarrith…

UMalema uphendule ngokubukwa kwevideo enaye eWhite House
Izwi98 News

UMalema uphendule ngokubukwa kwevideo enaye eWhite House

Fikile NdabaMay 21, 2025May 21, 2025

Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema usephendule ngokuthi nguyena obesematheni emhlanganweni waseNingizimu Afrika-US obuse-Oval Office namuhla ebusuku. Lokhu kuza…

Kugqame olwamaBhunu emhlanganweni kaRamaphosa noTrump
Izwi98 News

Kugqame olwamaBhunu emhlanganweni kaRamaphosa noTrump

Fikile NdabaMay 21, 2025May 21, 2025

UMengameli wakuleli uCyril Ramaphosa noMengameli waseMelika uDonald Trump babenomhlangano eWhite House eWashington DC ngemizamo yokuvuselela ubudlelwano phakathi kwamazwe amabili i-United…

Budget 3.0: UGodongwana wethule isabelomali ngaphandle kokunyusa iVAT
Izwi98 News

Budget 3.0: UGodongwana wethule isabelomali ngaphandle kokunyusa iVAT

Fikile NdabaMay 21, 2025May 21, 2025

UNgqongqoshe wezeziMali u-Enoch Godongwana uthi alikho ihlazo ngokwethuleni inkulumo yakhe yesithathu yesabelomali engekho uMengameli Cyril Ramaphosa noma iPhini likaMengameli uPaul…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM