Bayavela enkantolo abafundi abangu-8 ngelokuhlasela omunye


Amantombazane esikole ayisishiyagalombili azovela enkantolo ngamacala okushaya.

La mantombazane asemancane abonakala kukhamera ebhaxabula umfundi waseBedfordview High.

OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Kutholakale izidakamizwa esithuthuthwini i-Uber eat

Amantombazane kukholakala ukuthi afunda esikoleni, eQueens nase-Athlone High.

Umama uthi lokhu kwamumangaza ngoba la mantombazane angabangani nendodakazi yakhe.

Lokhu kulandela ngemuva kokuba umfundi oneminyaka engu-15 ubudala waKwaZulu-Natal edinge ukuyohlizwa ngemuva kokuhlaselwa ngabanye abafundi esikoleni.

eNCA


Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEdit