Skip to content
Mon, Nov 23, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

UNgqongqoshe uShinga, ugxeke ukubulawa ngesihluku kwebhungu oLundi
Izwi98 News

UNgqongqoshe uShinga, ugxeke ukubulawa ngesihluku kwebhungu oLundi

Izwi LomzansiJanuary 29, 2026January 29, 2026

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi Kwazulu-Natal, uMbali Shinga, ukugxeke kakhulu ukubulawa okunonya nokungenangqondo kukaLindani Magasela oneminyaka engu-18 ubudala, okusolwa ukuthi wagwazwa wabulawa…

Kushone abangu-8 engozini enyantisa igazi ngaseSiphingo
Izwi98 News

Kushone abangu-8 engozini enyantisa igazi ngaseSiphingo

Izwi LomzansiJanuary 29, 2026January 29, 2026

Sekushone abantu abayisishiyagalombili eLotus Park, eSiphingo, eninginzimu yeTheku namuhla ekuseni. Ingozi yenzeke phakathi kwetekisi neloli. Abosizo lokuqala i-ALS Paramedics kanye…

‘UCat Matlala’, nasolwa nabo babuyela enkantolo
Izwi98 News

‘UCat Matlala’, nasolwa nabo babuyela enkantolo

Izwi LomzansiJanuary 29, 2026January 29, 2026

UVusimusi ‘Cat’ Matlala kanye nabasolwa nabo, okubalwa nomkakhe uTsakane, bazobuyela enkantolo ukuze kuqulwe icala ngaphambi kwecala. Lo somabhizinisi osematheni ubhekene…

Isiyi-Orlando Amstel Arena inkudla ebeyaziwa nge-Orlando stadium
Izwi98 Sports

Isiyi-Orlando Amstel Arena inkudla ebeyaziwa nge-Orlando stadium

Izwi LomzansiJanuary 28, 2026January 28, 2026

Inkundla yezemidlalo i-Orlando iqanjwe kabusha igama yaba yi-Orlando Amstel Arena ngosuku lokuzalwa lukaKhoza ehlanganisa iminyaka engu-78 ubudala. I-Stadium Management South…

I-IFP yeseka iSilo ngokushintshwa kwegama lesifundazwe sase-KZN
Izwi98 News

I-IFP yeseka iSilo ngokushintshwa kwegama lesifundazwe sase-KZN

Izwi LomzansiJanuary 28, 2026January 28, 2026

INdlulamithi yamakhosi yenze isimemezelo ngmkhankaso wokushintsha igama lesifundazwe iKwaZulu-Natal kube yiKwaZulu. IMbube ithe uNatal kufanele ukhishwe ngoba ayiwazi ukuthi uqhamukaphi,…

Kutholwe izidumbu zamadoda amathathu ngaphandle kwaseButterworth
Izwi98 News

Kutholwe izidumbu zamadoda amathathu ngaphandle kwaseButterworth

Izwi LomzansiJanuary 28, 2026January 28, 2026

Amaphoyisa ase-Eastern Cape athole izidumbu ezintathu zamadoda enamanxeba okudutshulwa endaeni yaseTholeni ngaphandle kwaseButterworth. Okhulumela amaphoyisa uSiphokazi Mawisa uthi izidumbu ezintathu…

Utholakale ngokushesha umzimba wengane eyaminza emfuleni iphuma esikole
Izwi98 News

Utholakale ngokushesha umzimba wengane eyaminza emfuleni iphuma esikole

Izwi LomzansiJanuary 28, 2026January 28, 2026

Umphakathi waseJozini ushaqekile kulandela ukushona komfana oneminyaka engu-14 ubudala. USbonelo Magagu uminze ngesikhathi ezama ukuwela umfula endleleni ebuya esikoleni. UMeya…

Ibiqhuma phezulu injabulo kumgubho wonompilo eThekwini
Izwi98 News

Ibiqhuma phezulu injabulo kumgubho wonompilo eThekwini

Izwi LomzansiJanuary 27, 2026January 27, 2026

Ube yimpumelelo umcimbi wabasebenzi bezempilo bomphakathi phecelezi Community Health Worker bethola izincwadi zabo zokuqashwa ngokuphelele ngemuva kweminyaka eminingi besebenza ngaphansi…

OweMarch and March uthi alukho olubi alwenzayo ngokuhola imibhikisho
Izwi98 News

OweMarch and March uthi alukho olubi alwenzayo ngokuhola imibhikisho

Izwi LomzansiJanuary 27, 2026January 27, 2026

Umsunguli wenhlangano iMarch and March, uJacintha Ngobese-Zuma, uphika noma yikuphi ukwenza okubi ekuholeni imibhikisho ngaphandle kwesikole samabanga aphansi eThekwini i-Addington…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube