Iyaqina imibiko yokuthulwa kukaRhulani Mokoena njengomqeqeshi omusha wePirates
Iqembu le-Orlando Pirates kulindeleke ukuthi lethule umqeqeshi walo omusha ozohola leli qembu kwisizini ka-2025/26. Iyaqina imibiko eveza ukuthi iPirates izama…
Izwa Umehluko
Iqembu le-Orlando Pirates kulindeleke ukuthi lethule umqeqeshi walo omusha ozohola leli qembu kwisizini ka-2025/26. Iyaqina imibiko eveza ukuthi iPirates izama…
Iqembu leMamelodi Sundowns lihlulekile ukushaya iqembu leBorossia Dortmund kumdlalo wesibili wamaqoqo kumqhudelwano weFifa Club world cup. Amasandawana ashaywe ngamagoli amane…
Umdlali weMamelo Sundowns uDivine Lunga odlala emuva, uthi iqembu lakhe lizodlala neqembu laseGermany iBorussia Dortmund emdlalweni weFIFA Club World Cup…
Amaphoyisa aseGauteng adubule abulala ungqondongqondo wokuthumba abantu odabuka eMozambique obefunwa uthuli ngabezomthetho. UMauro Mucambe Junior udutshulwe ngesikhathi amaphoyisa eqhuba umsebenzi…
Kushone indoda eneminyaka ebalelwa kweko-30 ubudala engozini yemoto eyodwa eyenzeke ku-M13 ngaseSalisbury Offramp eWestville ngezithuba zabo-01:00 ngoMgqibelo ekuseni. Abezimo eziphuthumayo…
Umndeni kaMengameli waseZambia ongasekho emhlabeni, u-Edgar Lungu, umemezele ngoLwesihlanu ukuthi uzofihlelwa ezweni laseNingizimu Afrika kulandela ukungaboni ngaso linye nohulumeni waseZambia…
Indoda yaKwaZulu-Natal eyabulala indodana yayo eneminyaka eyisithuppha ubudala, iqalile ukudonsa isigwebo sayo ejele. Le ndoda eneminyaka engu-35 ubudalaiugwetshwe eNkantolo yesiFunda…
Seziqalile izinkulumo ezingezinhle ezibhekiswe kuJose Riveiro ocija iqembu le-Al Ahly. Lokhu kulandela ngemuva kokuthi leli qembu lithole isibhaxu sika 2-0…
Usuthu seliqinisekise izindaba zokuthi abadlali balo abangu-16 angeke beze bezivuselele izinkontileka zabo. OLUNYE UDABA: IChippa United idilize abadlali abangu-15 Nantu…