Skip to content
Fri, Oct 2, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

Kushone owesifazane nosana kusha imijondolo ekuKennedy Road eThekwini
Izwi98 News

Kushone owesifazane nosana kusha imijondolo ekuKennedy Road eThekwini

Fikile NdabaJuly 19, 2025July 19, 2025

Abezicishamlilo nezimo eziphuthumayo bakwaMasipala weTheku, kanye namathimba abhekelele iziNhlekelele, baphuthume ngokushesha lapho okuqubuke khona ilangabi ngezithuba zabo-12:03 ezintatha emijondolo yakuKennedy…

Kushone abasolwa ababili kudutshulwana namaphoyisa kwaMaphumulo
Izwi98 News

Kushone abasolwa ababili kudutshulwana namaphoyisa kwaMaphumulo

Fikile NdabaJuly 18, 2025July 18, 2025

Kushone abasolwa ababili ngesikhathi bedubulana namaphoyisa aKwaZulu-Natal endaweni yakwaMaphumulo. Amaphoyisa abelandela umkhondo mayelana nezinsolo zozungu lokubulala ilungu lephoyisa lophiko lwe-SAPS.…

Inhlangano i-March and March isola i-SAHRC ngokubeka phambili abantu bokufika
Izwi98 News

Inhlangano i-March and March isola i-SAHRC ngokubeka phambili abantu bokufika

Fikile NdabaJuly 18, 2025July 18, 2025

Inhlangano efuna usizo lwezempilo lukahulumeni lubekelwe abantu baseNingizimu Afrika kuphela isole iKhomishana Yamalungelo Abantu yaseNingizimu Afrika ngokubeka izidingo zabantu bangaphandle…

ICosatu yamukele ukuhlakazwa kwebhodi le-RAF
Izwi98 News

ICosatu yamukele ukuhlakazwa kwebhodi le-RAF

Fikile NdabaJuly 17, 2025July 17, 2025

ICongress of South African Trade Unions (Cosatu) yamukele isinqumo sikaNgqongqoshe wezokuThutha, u-Barbara Creecy, sokuhlakaza iBhodi Lesikhwama Sezingozi Zomgwaqo phecelezi iRoad…

Kufunwa 12 wabantu abasolwa ngokubamba inkunzi imoto yemali ePMB
Izwi98 News

Kufunwa 12 wabantu abasolwa ngokubamba inkunzi imoto yemali ePMB

Fikile NdabaJuly 17, 2025July 17, 2025

Namuhla ekuseni kubenomkhankaso wokuthungatha izigelekeqe ezibambe inkunzi imoto yemali eMgungundlovu. Okhulumela amaphoyisa eKZN, uRobert Netshiunda, uthe izigebengu zihlasele imoto ngoLwesithathu,…

URamaphosa uziphendulele ngabagxeka uphenyo lukaMkhwanazi
Izwi98 News

URamaphosa uziphendulele ngabagxeka uphenyo lukaMkhwanazi

Fikile NdabaJuly 16, 2025July 16, 2025

UMengameli Cyril Ramaphosa uthi ubona kuyinqaba ukuthi abanye bayasiphikisa isinqumo sakhe sokuqoka ikhomishini ezophenya ngezinsolo zikaNhlanhla Mkhwanazi. UKhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal…

UMcKenzie uzimisele ngokufakaza kwikhomishini mayelana nezinsolo zikaMkhwanazi
Izwi98 News

UMcKenzie uzimisele ngokufakaza kwikhomishini mayelana nezinsolo zikaMkhwanazi

Fikile NdabaJuly 16, 2025July 16, 2025

UNgqongqoshe wezeMidlalo, ubuCiko namaSiko uGayton McKenzie uthi uzokwethula ubufakazi kwikhomishini esungulwe nguMengameli Cyril Ramaphosa ukuze iphenye izinsolo ezenziwe nguKhomishana wamaphoyisa…

Kushone umshayeli wesithuthuthu engozini ePinetown
Izwi98 News

Kushone umshayeli wesithuthuthu engozini ePinetown

Fikile NdabaJuly 16, 2025July 16, 2025

Kushone obehamba ngesithuthuthu engozini eyenzeke ePinetown, entshonalanga yeTheku. Kuzwakale ukuthi le ndoda, okukholakala ukuthi ineminyaka eko-30 ubudala, ishayisane nemoto emgwaqeni…

I-DA ithole isiqiniseko sokuphenywa kukaNgqongqoshe wamaPhoyisa uMchunu
EVENTS

I-DA ithole isiqiniseko sokuphenywa kukaNgqongqoshe wamaPhoyisa uMchunu

Fikile NdabaJuly 16, 2025July 16, 2025

I-DA ithi isithole isiqiniseko emaphoyiseni ophiko lwe-South African Police Service (Saps) sokuthi useyaphenywa uNgqongqoshe uSenzo Mchunu. UMchunu ubekwe nguMengameli Cyril…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.