Bayavela enkantolo abadayiselana ingane ngoR75 000
Umama osolwa ngokudayisela isangoma ingane yakhe eneminyaka emibili ubudala nesangoma babuyela enkantolo namuhla. Laba bobabili bazoqhubeka nokufaka isicelo sebheyili emacaleni…
Izwa Umehluko
Umama osolwa ngokudayisela isangoma ingane yakhe eneminyaka emibili ubudala nesangoma babuyela enkantolo namuhla. Laba bobabili bazoqhubeka nokufaka isicelo sebheyili emacaleni…
I-ActionSA e-KZN yamukele elinye icala elinikezwe indoda eyamaniswa nesigameko sokudubula egatsheni layo eliseSydenham. UXolani Radebe uvele eNkantolo yeMantshi yaseThekwini ngoLwesibili.…
UNgqogqoshe wezeMfundo eyisiSekelo, uSiviwe Gwarube, uthi izikole zaKwaZulu-Natal zihamba phambili ngezibalo zokubulawa kwabantu ngonyaka wezimali ka-2023/2024. UGwarube wethule umkhankaso omusha…
Isibalo sabantu abasebenzayo eNingizimu Afrika sehle ngo-74,000, noma u-0.7%, ngekota yokuqala ka-2025. I-Statistics South Africa ikhiphe izibalo zakamuva zeQuarterly Employment…
Iqembu le-Orlando Pirates selimemezele ukuthi selisayinise uSipho Mbuli njengomdlalo omusha weqembu. OLUNYE UDABA: Iyaqina imibiko yokuthulwa kukaRhulani Mokoena njengomqeqeshi omusha…
Kushone umakhi oyedwa kwalimala abanye abane ngesikhathi kudilika isakhiwo enxanxatheleni yezitolo eThekwini endaweni yaseSpringfield Park ngoLwesibili ekuseni. Ngokusho kukaGarrith Jamieson,…
USanele Dlamini uvele okokuqala eNkantolo yeMantshi eMlazi izolo. Dlamini uthwese amacala angu-8 okubulala namane okuzama ukubulala. OLUNYE UDABA: Isesitokisini indoda…
INkantolo yamacala ezohwebo eThekwini (Durban Specialised Commercial Crimes court) igwebe uNhlakanipho Wiseman Dlamini, 45, iminyaka eyishmi ngemuva kokulahlwa ngamacala amabili…
UMasipala weTheku usuqinise imizamo yawo yokuqwashisa ngesifo samarabi kanye nokugoma ngemuva kokuba kushone indoda eyalunywa yinja yayo endaweni yaseZimbokodweni. Le…