Usizi lwamanzi ludla lubi KwaMaphumulo

Umphakathi wakwaMaphumulo endaweni yaseMvutshana usuveze usizo obhekene nalo mayelana nendaba yokuswela amanzi.

Kunevideo lapho kubonakala owesifazane ekha amanzi ancolile emfuleni echaza ukuthi la manzi uyopheka ngawo kanti esithombeni kubonakala umntwana omncane nayo iphuza amanzi kulo mfulo.

Izakhamuzi zakule ndawo zikhala ngokuthi ayikho into abazoyenza njengoba bengazi bazokwenzenjani.

Buka ivideo nezithombe:

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEdit

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *