Sekuphahlazeke indiza encane olwandle lwase Thekwini.
Kubikwa ukuthi, Abezimo eziphuthumayo kanye nabezomthetho bahlangene eSuncoast Beach eThekwini lapho kuphahlazeke khona indiza encane. Okhulumela abezimo eziphuthumayo bakwa-ALS, uGarrith…
Izwa Umehluko
Kubikwa ukuthi, Abezimo eziphuthumayo kanye nabezomthetho bahlangene eSuncoast Beach eThekwini lapho kuphahlazeke khona indiza encane. Okhulumela abezimo eziphuthumayo bakwa-ALS, uGarrith…
Kudutshulwe kwabulawa umuntu oyedwa, okukholakala ukuthi ungumshayeli wezokuthutha wobuchwepheshe besimanje (Uber) ngemuva kokuhlasela eMaponya Mall ngoLwesithathu ebusuku. Kubikwa ukuthi ngemuva…
Izikhulu ziyaqhubeka nokuxoshwa kwabantu ezindlini ezingaphansi kweDolobha lase-kuRhuleni eGermiston, lapho abantu abaningi besolwa ngokuhlala ezindlini ngokungemthetho. “Lapha kunezindlu ezingama-440 eziqashiswayo.…
INkantolo eNkulu yaseMgungundlovu iyalele ikilabhu yebhola likaMaMkhize, iRoyal AM, ukuba libuyisele emuva imali engu-R27 million yesivumelwano soxhaso phakathi kwayo noMasipala…
Abasolwa abane abebeqeda kugqekeza emzini womuntu badutshulwe balimala esigamekweni sokudubulana namaphoyisa ku-Underwood Road, ePinetown ngoLwesibili ntambama. Amaphoyisa aphuthume esigamekweni sokugebenga…
Iyabhebhetheka inkinga yokusweleka komsebenzi eNingizimu Afrika njengoba liqhubeka nokwenyuka izinga labantu abaduve emakhaya. Abantu abasha yibona abashayeka kakhulu kule nkinga.…
UFloyd Shivambu uthi ukwemukela ngemhliziyo emhlophe ukunqanyulwa kobulungu bakhe emabhukwini eqembu uMkhonto weSizwe Party (MKP), futhi akekho umholi walo amubambele…
Abosizo lokuqala basendaweni yesigameko kanjalo nabezicishamlilo bazama ukubhula ilangabi eliyizitezi ezimbili. UWilliam Tladi okhulumela i-Ekurhuleni EMS, osendaweni yesigameko uthe ingxenye…
Amaphoyisa athi izibhamu namanje kuseyizikhali ezisetshenziswa kakhulu emacaleni okubulala nokuzama ukubulala. Amaphoyisa aKwaZulu-Natal asebophe abasolwa abangaphezu kuka-8000 kusukela kwethulwe kabusha…